Uyadela [The Collection]

Uyadel'uyadela bo
Uyadela ngob'uthand'ukwenzelwa mama
Uyadel'uyadela bo
Uyadela ngob'uthand'ukwenzelwa mama

Wena ntomb'uyadela mama
Uyadel'ungumathand'ukwenzelwa mama
Wena ntomb'uyadela mama
Ngoba wen'ungumathand'ukwenzelwa mama

Batsho bath'imbiba yaswel'umsila bo
Ngoba yayithand'ukuyalezela
Batsho bath'imbiba yaswel'umsila
Ngoba yayithand'ukuyalezela

Uyadel'uyadela mama
Uyadela ngob'uthand'ukwenzelwa mama
Uyadel'uyadela mama
Uyadela ngob'uthand'ukwenzelwa mama

Wena ntomb'uyadela bo
Ngoba wen'ungumathand'ukwenzelwa mama
Wena ntomb'uyadela mama
Ngoba wen'ungumathand'ukwenzelwa mama

Batsho bath'imbiba yaswel'umsila bo
Ngoba yayithand'ukuyalezela
Batsho bath'imbiba yaswel'umsila bo
Ngoba yayithand'ukuyalezela

Uyadel'uyadela
Uyadela ngob'uthand'ukwenzelwa mama
Uyadel'uyadela
Uyadela ngob'uthand'ukwenzelwa mama

Wena ntomb'uyadela
Ngoba wen'ungumathand'ukwenzelwa mama
Wena ntomb'uyadela bo
Ngoba wen'ungumathand'ukwenzelwa mama

Batsho bath'imbiba yaswel'umsila
Ngoba yayithand'ukuyalezela

Curiosità sulla canzone Uyadela [The Collection] di Miriam Makeba

Quando è stata rilasciata la canzone “Uyadela [The Collection]” di Miriam Makeba?
La canzone Uyadela [The Collection] è stata rilasciata nel 2012, nell’album “Pata Pata - Best Of Vol. 1”.

Canzoni più popolari di Miriam Makeba

Altri artisti di World music