Umbhaqanga [Baby Ntsoare Early]

Kudala sihamba sifun'umbhaqanga
Siwutholile lapha eThekwini
Kudala sihamba sifun'uGabini
Siwutholile lapha eMkhumbane
Kudala sihamba sifun'umbhaqanga
Siwutholile lapha eThekwini
Kudala sihamba sifun'uGabini
Siwutholile lapha eMkhumbane

Kudala sihamba
Sifun'uMbhaqanga
Kudala sihamba
Sifun'uGabini

Yebo siwutholile
Hayi mama siwutholile mama
Siwutholile
Lapha eThekwini

Siwutholile
Siwutholile mama eh
Siwutholile
Lapha eMkhumbane

Kudala sihamba sifun'umbhaqanga
Siwutholile lapha eThekwini
Kudala sihamba sifun'uGabini
Siwutholile lapha eMkhumbane
Kudala sihamba sifun'umbhaqanga
Siwutholile lapha eThekwini
Kudala sihamba sifun'uGabini
Siwutholile lapha eMkhumbane

Kudala sihamba
Sifun'uMbhaqanga
Kudala sihamba
Sifun'uGabini

Siwutholile
Siwutholile mama yho
Siwutholile
Lapha eThekwini

Siwutholile
Siwutholile mama eh
Siwutholile
Lapha eMkhumbane

Kudala sihamba sifun'umbhaqanga
Siwutholile lapha eThekwini
Kudala sihamba sifun'uGabini
Siwutholile lapha eMkhumbane
Kudala sihamba sifun'umbhaqanga
Siwutholile lapha eThekwini
Kudala sihamba sifun'uGabini
Siwutholile lapha eMkhumbane

Kudala sihamba

Curiosità sulla canzone Umbhaqanga [Baby Ntsoare Early] di Miriam Makeba

Quando è stata rilasciata la canzone “Umbhaqanga [Baby Ntsoare Early]” di Miriam Makeba?
La canzone Umbhaqanga [Baby Ntsoare Early] è stata rilasciata nel 2010, nell’album “South Africa's Skylark: Classic & Rarities”.

Canzoni più popolari di Miriam Makeba

Altri artisti di World music