Themba Lami [MAM AFRICA]

Woza sithandwa siy'emakhaya
Siyohlala sobabini
Woza sithandwa siy'emakhaya
Siyohlala sobabini

Ngangikutshela
Ngithi wen'ungowam
Ngangikutshela
Ngithi wen'ungowam

Hamba sithandwa dudu wami
Hamba sithandw'iNkos'ibenawe
Hamba sithandwa dudu wami
Hamba sithandw'iNkos'ibenawe

Ithemba lami
Nguwe wedwa
Ithemba lami
Nguwe wedwa

Abazali bayojabula
Abazali uma ngifika nawe
Abazali bayojabula
Abazali uma ngifika nawe

Ithemba lami
Nguwe wedwa
Ithemba lami
Nguwe wedwa

Hamba sithandwa dudu wami
Hamba sithandw'iNkos'ibenawe
Hamba sithandwa dudu wami
Hamba sithandw'iNkos'ibenawe

Ithemba lami
Nguwe wedwa
Ithemba lami
Nguwe wedwa

Canzoni più popolari di Miriam Makeba

Altri artisti di World music