Spokes Phata Phata

Sondela sithandane
Ngaliwe yintombi yami
Sondela sithandane
Ngaliwe nguBongiwe

Khawungiqome ngimhlabekise ngawe
Uyohlabeka ngoba wen'uyisidudla

Sondela sithandane
Ngaliwe yintombi yami
Sondela sithandane
Sondela Thandekile

Uyojabul'umam'uma ngifika nawe
Uyojabula ngoba wen'uyisidudla

Sondela ngikuphathaphathe
Sondela ngikuphathaphathe
Sondela ngikuphathaphathe
Sondela ngikuphathaphathe

Ngiyajabula ngoba wen'uyisidudla
Ngiyajabula ngoba wen'uyisidudla

Sondela ngikuphathaphathe
Sondela ngikuphathaphathe
Sondela ngikuphathaphathe
Sondela ngikuphathaphathe

Ngiyajabula ngoba wen'uyisidudla
Ngiyajabula ngoba wen'uyisidudla

Sondela sithandane
Ngaliwe yintombi yami
Sondela sithandane
Ngaliwe nguBongiwe

Khawungiqome ngimhlabekise ngawe
Uyohlabeka ngoba wen'uyisidudla

Canzoni più popolari di Miriam Makeba

Altri artisti di World music