Ndilindile

MOKOENA, Vuyo Mokoena

Nhliziyo yam thula
Hokhuluma baba ngimamele
Mehlo ami khawubheke
Phezulu ezulwini

Somandla ndimilo ndizakuwe baba
Ngithi khuluma khuluma ngilalele mina
Khuluma khuluma somandla ho ngilalele

Makufika ubunyama ho yibayisibane sami
Mangikhathele Somandla ho yibayisibane sami
Hlala nami Sonini oh themba lami mama
Sungangishiyi sungangushiyi ibanami
Sungangishiyi sungangishiyi ho ibanami

Zakufik' insizi ngobe nginganawo amandla
Ngiyocela kuwe baba ho ungilamulele
Hlala nami Sonini oh themba lami baba
Iba nami iba nami nanini na
Ho Iba nami iba nami baba ho nanini na

Kwakufika ukufa empilweni yami
Obengilindile baba ikhay' elihlehle
Woma vuma wena vuma kungifice
Minangithi yebo yebo kulungile baba
Yebo yebo baba wo kulungile

(Ngiyakunikela kuwe baba wami)
(Ngiyophikela kuwe baba wethu)
(Angilawo amandla Thixo)
(Ngaphandle kwakho Somandla)

Inhliziyo yam babo (Ihliziyoyami ibuhlungu)
(Ngento engizenziwa ngabantu)
(Ngabewena ukuphi na)
Ungasule (Ungesule lezonyembezi)

Yini na yini na babo (Yini nayini nakababa)
Oh yini na babo (Lomhlaba ungenza njena)

Oh nguwe wedwa (Nguwe nguwe nguwe wedwa)
Onongicaza (Ongakhona ukungicazela)
Ngakunikezwa nguwe (Ngakunikezwa nguwe obu bomi)
Ngovikelwa nguwebaba (Ngovikelwa nguwe baba wethu)
Anginabo abanye (Anginabo abanye othixo)
Ngaphandle (Ngaphandle kwakho Somandla)

Nenhliziyo yami baba (Ihliziyoyami ibuhlungu)
(Ngento engizenziwa ngabantu
Ingabe wen' ukuphi na (Ngabewena ukuphi na)
Ungesule baba (Ungesule lezonyembezi)

Oh yini na yini na baba (Yini nayini na baba)
Oh yini na yini na Somandla (Lomhlaba ungenza njena)
Nguwe nguwe nguwe wedwa (Nguwe nguwe nguwe wedwa)
Ongakhona ukungicazela (Ongakhona ukungicazela)

Ngakunikezwa nguwe (Ngakunikezwa nguwe obu bomi)
Ngovikelwa nguwebaba (Ngovikelwa nguwe baba wethu)
Anginabo abanye (Anginabo abanye othixo)
Ngaphandle (Ngaphandle kwakho Somandla)

Nenhliziyo yami baba (Ihliziyoyami ibuhlungu)
Ibuhlungu baba (Ngento engizenziwa ngabantu
Ingabe wen' ukuphi na (Ngabewena ukuphi na)
Ungesule baba (Ungesule lezonyembezi)

Oh yini na yini na baba (Yini nayini na baba)
Oh yini na yini na Somandla (Lomhlaba ungenza njena)
Nguwe nguwe nguwe wedwa (Nguwe nguwe nguwe wedwa)

Canzoni più popolari di Vuyo Mokoena

Altri artisti di Gospel