UJesu Uyamemeza

INGLE, MOKOENA, Percy Ingle, Vuyo Mokoena

Hawu nans'indaba, mzalwane (Nans'indaba mzalwane)
UJesu (uJes'uyamemeza)
Ekhaya (Ekhaya eZulwini)
Yenzek'indaba ekhaya (Yenzek'indaba bazalwane)
(Ekhaya, ekhaya eZulwini)
(Siyobona uJesu ngale)

Hawu nans'indaba, mzalwane (Nans'indaba mzalwane)
UJes'uyamemeza (uJes'uyamemeza)
Ekhaya (Ekhaya eZulwini)
Hayibo yenzek'indaba (Yenzek'indaba bazalwane)
(Ekhaya, ekhaya eZulwini)
Ekhay'eZulwini (Siyombona uJesu ngale)

Ngithi wozani (Wozanini sihambe)
Siy'ekhaya (Siye eZulwini)
Thina siyobona (Thina siyobona)
uJesu (uJesu ngale)

Usahlaleleni wena, wozani (Nisahlaleleni wozani)
Sihambe (Siye eZulwini)
Thina siyobona (Thina siyobona)
Siyobona (uJesu ngale)

Hawu nans'indaba mzalwane (Nans'indaba mzalwane)
UJesu (uJes'uyamemeza)
(Ekhaya eZulwini)

Hayibo yenzek'indaba (Yenzek'indaba mzalwane)
Ekhaya (Ekhaya, ekhay'eZulwini)
Thina siyobona (Siyobona)
Siyombona (uJesu ngale)

Nans'indaba, mzalwane (Nans'indaba mzalwane)
UJesu (UJes'uyamemeza)
(Ekhaya eZulwini)

Hayibo yenzek'indaba, mzalwane (Yenzek'indaba mzalwane)
Ekhaya (Ekhaya, ekhay'eZulwini)
(Siyobona uJesu ngale)

Ngithi wozanini bo (Wozanini sihambe)
Siye (Siye eZulwini)
Siyobona (Thina siyobona)
UJesu (UJesu ngale)

Wen'usahlaleleni lapho (Nisahlaleleni wozani)
(Siye eZulwini)
(Thina siyobona)
(uJesu ngale)

Woza, woza, woza (Wozanini sihambe)
(Siye eZulwini) Siy'ekhaya eZulwini
Thina siyobona (Thina siyobona)
(UJesu ngale)

Heyi nisahlaleleni bo, bazalwane (Nisahlaleleni wozani)
Wozani (Siye eZulwini)
Siyobona (Thina siyobona)
Siyobona (uJesu ngale)

Woza, woza, woza (Wozanini sihambe)
(Siye eZulwini)
Thina siyobona (Thina siyobona)
Siyobona (uJesu ngale)

Heyi nisahlaleleni lapho, hayibo (Nisahlaleleni wozani)
Wozani (Siye eZulwini)
Eh siyobona (Thina siyobona)
Hahaha uJesu (uJesu ngale)

Wozani, wozani (Wozanini sihambe)
Wozani (Siye eZulwini)
Thina siyombona (Thina siyobona)
Siyombona (UJesu ngale)

Nisahlaleleni lapho, hayibo (Nisahlaleleni wozani)
(Siye eZulwini)
Hahaha (Thina siyobona)
Siyombona (UJesu ngale)

Canzoni più popolari di Vuyo Mokoena

Altri artisti di Gospel