Hamba Nah Thixo somandla

Hamba nathi Thixo somandla
Hamba nathi mkhululi wethu
Hamba nathi Thixo somandla
Hamba nathi mkhululi wethu

Zonk’izizwe zimele thina
Abafana benkululeko
Zonk’izizwe zimele thina
(Abafana benkululeko) Cupha wena

Cupha mfana
(Cupha sishay’ingoma) Giya wena
Giya mfana
Giya sishay’ingoma

Cupha mfana
Cupha sishay’ingoma
Giya mfana
Giya sishay’ingoma

Lalela wena s'hluthu batshez'okaNongoma owawuyicalile kwaphel'inkani
Igolide likamesiya l'phelile ngikhuluma kunje
Ai isibambene abansundu nabamhlophe kulwela izwe Nkosi yam
Yizwe lethu leli
Yizwe lobab'omkhulu leli
Woh! kuyofa labaswahla kuyosala amavaba
Kuyohamba insizwa z'hlale phambili
Ngipheth'insizw'eqine njengale
Weee kuyosal'osalayo ngoba thina siyobe siy'bambile
Thula makhab'omzabalazo

Cupha mfana
Cupha sishay’ingoma
Giya mfana
Giya sishay’ingoma

Cupha mfana
Cupha sishay’ingoma
Giya mfana
Giya sishay’ingoma

Canzoni più popolari di Soweto Gospel Choir

Altri artisti di Gospel