Vuca

Hugh Masekela

[Verse 1]
Hela Chileshe
Ungabayeki bakubizi ikirimani
Nawu ngumuntu
Uzovuka nini (welele Ngobese)
Welele Ngobese
Yeka ukubiza abanye abantu izilwane
Nabo ngabantu
Uzofunda nini (hey nina mabhunu)
Helele mabhunu
Yekani ukubiza abanye abantu amakhafula
Nabo ngabantu
Nizocava nini (thimela, thimela)
Thimlela tsotsi
Yeka ukugwaza abanye abantu ngemimese
Nabo ngabantu
Uzokhula nini (ngenkululeko yethu)

[Chorus]
Ngenkululeko yethu
Mina ngangiboni
Ngiboni igazi lethu elichithwa ngesandla zethu
Hlanganani, Hlanganani bakithi
Yekelani ukumonakala
IZizwe ziyazihleka
Lalelani zinothando

[Verse 2]
Helele Chileshe
Ungabayeki bakubizi ikirimani
Nawe ngumuntu
Uzovuka nini
Welele Ngobese
Yeka ukhubiza abanye abantu izilwane
Nabo ngabantu
Uzofunda nini
Helele mabhunu
Yekani ukubiza abanye abantu amakhafula
Nabo ngabantu
Nizocava nini
Thimlela tsotsi
Yeka ukugwaza abanye abantu ngemimese
Nabo ngabantu
Uzokhula nini

[Chorus]
Nge nkululeko yethu
Mina ngangiboni
Ngiboni igazi lethu elichithwa ngesandla zethu
Hlanganani, Hlanganani bakithi
Yekelani ukumonakala
IZizwe ziyazihleka
Lalelani zinothando

Helele Chileshe
Ungabayeki bakubizi ikirimani
Nawe ngumuntu

(Flugelhorn Solo)

Curiosità sulla canzone Vuca di Hugh Masekela

Quando è stata rilasciata la canzone “Vuca” di Hugh Masekela?
La canzone Vuca è stata rilasciata nel 1968, nell’album “The Promise Of A Future”.

Canzoni più popolari di Hugh Masekela

Altri artisti di Jazz pop