Sewakhile

Sewakhile enhlizweni
Umhlobo wam
(Nguy’ omkhulu ke yena) nguy’ omkhulu ezihlotsheni
Umhlobo wam

Ngoba nguye
Ngoba nguye owangi mela
Langi lahlwe okwempela
Ngal’ uthando wangifela umhlobo wam

Ngoba nguye
Ngoba nguye owangi mela (ngoba nguye)
Langi lahlwe okwempela (lasengilwahlwe mina)
Ngal’ uthando (yebo ngal'thando, yebo ngaluthando) wangifela umhlobo wam

Uyathwala yena
Uyathwala (yen'uthwala yenaa) mthwalo wami (umthwalo wami uJesu)
Umhlobo wam
Uthi wongithwala namike
Uthi wongi thwala nam
Umhlobo wam

Yey wayehlatshwa yena
Waye hlatshwa njenge mvana (yey wayehlatshwa yena)
Aza ngenz’ owakhe mtwana
Yeki nhlanhla yokwazana
Nomhlobo wam

Yey wayehlatshwa yena
Waye hlatshwa njenge mvana (yey wayehlatshwa egolgotha)
Aza ngenz’ owakhe mtwana (azangenze, azangenze)
Yeki nhlanhla yokwazana nomhlobo wam

Aw yeka wena yekinhlanhe'ngaka
Yeki nhlanhla (yeki umusa, yeku thand'olungaka) yokwazana
Nomhlobo wam
Aw yeka wena yekinhlanhe'ngaka
Yeki nhlanhla yokwazana nomhlobo wam

Kuy'nhlanhla khona, kuy'nhlanhla khona
Yeki nhlanhla yokwazana nomhlobo wam (yebo yeki'nhlanhla yona)
Aw yeka wena aw yeki'nhlanhle'ngaka
Yeki nhlanhla yokwazana nomhlobo wam

Canzoni più popolari di Hlengiwe Mhlaba

Altri artisti di Gospel