Ngimfumene

Ngimfumene ujesu
Ezintsukwini zokugcina
Ngizohamba hamba naye
Zolo namhla naphakade

Ngimfumene ujesu
Ezintsukwini zokugcina
Ngizohamba hamba naye
Zolo namhla ke naphakade

Ngimfumene mina ujesu
Ezintsukwini zokugcina
Ngizohamba hamba naye
Zolo namhlake naphakade

Ngimfumene yena ingazangaza yezulu
Ezintsukwini zokugcina
Ngizohamba hamba naye
Zolo namhlake naphakade

Ngaze ngayifumana yebo inkosi uJesu
Ezintsukwini zokugcina
Yebi ngizohamba ngizohamba naye
Zolo namhla naphakade

Nanku nanku yena sefikile uJesu
Ekubiza wena moni
Ethi woza woza nawe
Akuthethelele izono

Nanku nanku yena sefikile uJesu
Ekubiza wena moni
Ethi woza ethi woza ethi woza
Akuthethelele izono

Nanku nanku uJesu
Ekubiza wena moni
Ethi woza ethi woza ethi woza
Akuthethelele zonk'izono

Nanku nanku nanku uJesu
Ekubiza wena moni
Ethi woza ethi woza ethi woza
Akuthethelele zonk'izono

Ngimfumene ezintsukwini zokugcina
Lapho uhulumeni evuma konke
Nebandla livuma konke
Kodwa mina ngizohamba hamba naye
Zolo namhla naphakade

Heyi ngaze ngamfumana fumana uJesu
Ezintsukwini lapho kuvumeleke konke
Kodwa mina ngizohamba hamba naye
Zolo namhlake naphakade

Ngimfumene ujesu
Ezintsukwini zokugcina
Ngizohamba hamba naye
Zolo namhla naphakade

Canzoni più popolari di Hlengiwe Mhlaba

Altri artisti di Gospel