Wangethula Umthwalo

Ngangiyison' esibi, ngeza eNkosini.
Ngegama likaJesu ngathol'ukukhululwa
Ngenz'umthandazo wami wangithethelela ke
Wangethula umthwalo wangishiya neculo

Ngangiyison'esibi ngenza eNkosini
Ngegama likaJesu ngathol'ukukhululwa
Wezw'umthandazo wami wangithethelela ke
Wangethula umthwalo wangishiya neculo

Jesu (Wangethula umthwalo wangishiya neculo)
Jesu (Wangethula umthwalo wangishiya neculo)
Jesu (Wangethula umthwalo wangishiya neculo)

Nganginomthwal'onzima
Amatshe ehlaba
Ngangicindezelwa umthwalo wendlela
Ngakhala eNkosini ngithi kuzobanini
Wangethula umthwalo wangishiya neculo

Jesu (Wangethula umthwalo wangishiya neculo)
Jesu (Wangethula umthwalo wangishiya neculo)

Jesu bo (Wangethula umthwalo wangishiya neculo)
Aw Jesu bo (Wangethula umthwalo wangishiya neculo)

Ngizomethemba njalo ngob'uyayaz'indlela
Uzongihola ngesu angisekel'indlela
EZulwini ngolala ngibonge phakade
Wangethula umthwalo wangishiya neculo

Jesu (Wangethula umthwalo wangishiya neculo)
Jesu (Wangethula umthwalo wangishiya neculo)

Canzoni più popolari di Derrick Ndzimande

Altri artisti di Gospel