Indawo Yabangcwele

Derrick Ndzimande

Kukhon'indawo yabangcwele
Kuyona kunokuthula hey
Akukh'ukulwa nosizi hey
Nokuxaban'akungelutho cha

Kukhon'indawo yabangcwele
Kuyona kunokuthula hey
Akukh'ukulwa nosizi hey
Nokuxaban'akungelutho cha

Kodwa akungeni sono khona
Akungen'inkanuko cha
Kodwa akungen'onomona le
Nay'ongaphendukanga cha

Kuleyo ndawo kunothando
Kohlatshelelwa phakade le
Konk'okomhlaba sekwadlula
Kobus'uJesu phakade le

Kodwa akungeni sono khona
Akungen'inkanuko cha
Kodwa akungen'onomona le
Nay'ongaphendukanga cha

Kukhon'indawo yabangcwele
Kuyona kunokuthula hey
Akukh'ukulwa nosizi hey
Nokuxaban'akungelutho cha

Kodwa akungeni sono khona

Curiosità sulla canzone Indawo Yabangcwele di Derrick Ndzimande

Quando è stata rilasciata la canzone “Indawo Yabangcwele” di Derrick Ndzimande?
La canzone Indawo Yabangcwele è stata rilasciata nel 2015, nell’album “Sompompoloza Halleluya”.

Canzoni più popolari di Derrick Ndzimande

Altri artisti di Gospel