Ngingumhambi

Ngingumhambi emhlabeni mina
Ngifun'ikhaya lami
Ngiyohlala noJesu
Khona eZulwini

Ngongena ngiphumule mina
Kanye nabangcwele
Sizokub'igam'elisha thina ke
Khona eZulwini

Ngingumhambi emhlabeni mina
Ngifun'ikhaya lami
Ngiyohlala noJesu
Khona eZulwini

Ngongena ngiphumule
Kanye nabangcwele
Sizokub'igam'elisha thina ke
Khona eZulwini

Koba kuthula kimina
Ekhaya laphaya
Koba kuthula kimina
Ekhaya laphaya

Koba kuthula kimina
Ekhaya laphaya
Koba kuthula kimi hallelujah
Ekhaya laphaya

Akukh'ukukhala nosizi
Nenhlungu bo khona
Koba kuthula kimina Baba
Ekhaya laphaya

Akusekh'ulaka le (Ekhaya laphaya)
Akusekh'ukulwa le (Ekhaya laphaya)
Akusekh'ulaka le (Ekhaya laphaya)
Akusekh'ukufa lena (Ekhaya laphaya)
Akusekh'ukufa lena (Ekhaya laphaya)

Ekhaya, ekhaya lena (Ekhaya laphaya)
Ekhaya, ekhaya (Ekhaya laphaya)

Canzoni più popolari di Derrick Ndzimande

Altri artisti di Gospel