Musa Ukuthatha Kancane

Dade wethu ke
Ngath'uthatha kancane nje
Dade wethu ke
Ngath'uthatha kancane nje
Weh mfowethu ke
Ngath'uthatha kancane nje
Weh mfowethu ke
Ngath'uthatha kancane nje

Kunin'ulizw'ivangeli
Ilokh'uthatha kancane nje
Kunin'ulizw'ivangeli
Ilokh'uthatha kancane nje

Uyoz'abuy'uJesu
Wen'ilokh'uthatha kancane nje
Uyoz'abuy'uJesu
Wen'ilokh'uthatha kancane nje

Aw musa bo, musa bo
Wena ukuthatha kancane sihlobo sami
Aw musa bo, musa bo
Wena ukuthatha kancane weh mzalwane
Aw musa bo, musa bo
Wena ukuthatha kancane

Canzoni più popolari di Derrick Ndzimande

Altri artisti di Gospel