Leyonto

Noma bengathini abantu ngawe, I'll never leave you, baby
Kuzo zonke inkinga esidlule kuzo, I'm still with you, baby
Ungowami, I won't forget you, baby
You are mine, ngiyakuthanda, baby (Mina nawe simjojo)

Ngathi 1, wathi (Ubani?)
Ngathi 2, wathi (Who?)
Ngathi 3, wathi (Me?)
Ngathi 4, wathi (No)
Ngathi 5. wathi (i-Life)
Ngathi 6, wathi (Fix)

Why singathandani?
Why singabambani?
Yha
Yha

Angina nkinga, sixatshaniswa ngabantu
Baqamba amanga, bakushaya ngengqathu
Bathi ngenzeni? Ngijola nobani?
Hayikhona (Hayikhona), ngoba kwenzenjani?

Kunini mina ngifuna omntwana onjengawe
Ngilala ngiphupha intombi enhle njengawe
Ungadlali abathakathi sisiwami
Awu wena kimi, unjenge gazi lami

Noma bengathini abantu ngawe, I'll never leave you, baby
Kuzo zonke inkinga esidlule kuzo, I'm still with you, baby
Ungowami, I won't forget you, baby
You are mine, ngiyakuthanda, baby (Mina nawe simjojo)

Uzubatshele ukuthi uqome i-boss (Uthole iboss)
Into enemali, i-perfume ubugobhozi (Ubugobhozi)
Istayela, ithanda ukushaya iqops (Ukushaya iqops)
YiBig Nuz, uTira uphethe uSox (Sowufuna uSox)
Kuza kanjani ukuthi uDanger uyi-flop (Uthandi i-flop)
Ucula zonke, iKwaito ne-Hip-Hop (Uthandi i-Pop)
NeGospel uyayithanda, akusiyiyo i-flop (Akusiyiyo i-flop)
Umshado wethu, siyo-groover non-stop (Non-stop)

Noma bengathini abantu ngawe, I'll never leave you, baby
Kuzo zonke inkinga esidlule kuzo, I'm still with you, baby
Ungowami, I won't forget you, baby
You are mine, ngiyakuthanda, baby (Mina nawe simjojo)

Ngathi 1, wathi (Ubani?)
Ngathi 2, wathi (Who?)
Ngathi 3, wathi (Me?)
Ngathi 4, wathi (No)
Ngathi 5. wathi (i-Life)
Ngathi 6, wathi (Fix)

Why singathandani?
Why singabambani?

One, wathi (Ubani?)
Ngathi 2, wathi (Who?)
Ngathi 3, wathi (Me?)
Ngathi 4, wathi (No)
Ngathi 5. wathi (i-Life)
Ngathi 6, wathi (Fix')

Why singathandani?
Why singabambani?

Noma bengathini abantu ngawe, I'll never leave you, baby
Kuzo zonke inkinga esidlule kuzo, I'm still with you, baby
Ungowami, I won't forget you, baby
You are mine, ngiyakuthanda, baby

Canzoni più popolari di Big Nuz

Altri artisti di Dance music