Wawungenzenjani

Yeyeye yhee yhe
Yeyeye yhee yhe
Yheee yhee yhe

Wawungenzenjani (yeyeye) inuz ila dlala wena
Wawungenzenjani (we mame) ingani zila dlala wena
Awungitshele wawungenzenjani (yeyeye) awungenzenjani (woza)
Awungitshele wawungenzenjani amatafula esebekiwe

Awungitshele wawungenzenjani (yeyeye) wawungenzenjani (woza)

Wawungenzenjani uTira efikile le Big Nuz
Wawungenzenjani bedlala isigubhu esinje (we mame)
Wawungenzenjani be groover kuphum ilanga
Wawuthi kuyobanjani uyoyisholo yourself

Umcimbi ongaka wenziwe wubani big nuz
Umsindo ongaka sekufike obani we tolez
Isigubhu siyarokha sidlalwe wubani
Umishini uyababa yi Big nuz ne makoya wozobona

Wawungenzenjani (yeyeye) inuz ila dlala wena
Wawungenzenjani (we mame) ingani zila dlala wena
Awungitshele wawungenzenjani (yeyeye) awungenzenjani (woza)
Awungitshele wawungenzenjani amatafula esebekiwe
Wawungenzenjani (yeyeye) inuz ila dlala wena
Wawungenzenjani (we mame) ingani zila dlala wena
Awungitshele wawungenzenjani (yeyeye) wawungenzenjani (woza)
Awungitshele wawungenzenjani amatafula esebekiwe

Basibona kuma magazine asazi nathi kumele sithini
Senz into zethu ah sikhokha neyikwelede
Shota uyazi ungenzi ngathi awazi
Kanti ngiphumaphi batshele ngiphuma emlazi

Iyeke idlale ( idlale dlale)
Awuthi ngiyivale (ivale)

Manje sengi ( idlale dlale)
R mashesha unjandini r mashesha le big nuz

(yeyeye) Tzozo ela
(yeyeye) Big nuz ila
(yeyeye) uTira eyire a
Wena wawungenzenjani wawungenzenjani
Bathi bafuna lona sdudla bafuna ophethe inkundla
Bafuna o Mampintsha amakhanda ayazula
Hothi ngishaye ama 1, 2 ngithathe ikhefu
Ayabhampa amagwinya engotsheni izasqe

Wawungenzenjani (yeyeye) inuz ila dlala wena
Wawungenzenjani (we mame) ingani zila dlala wena
Awungitshele wawungenzenjani (yeyeye) awungenzenjani (woza)
Awungitshele wawungenzenjani amatafula esebekiwe
Wawungenzenjani (yeyeye) inuz ila dlala wena
Wawungenzenjani (we mame) ingani zila dlala wena
Awungitshele wawungenzenjani (yeyeye) wawungenzenjani (woza)
Awungitshele wawungenzenjani amatafula esebekiwe

Canzoni più popolari di Big Nuz

Altri artisti di Dance music