Ungikhumbule

Awu hawu ngahlupheka
Ngisemncane madoda
Awu hawu ngaya le
Ngisemncane ngenzeni
Awu hawu ngahlupheka mina
Ngisemncane madoda

Sengicel'ukubuza madoda
Esakhelene nawo
Yingqondo ni lena?

Sengicel'ukubuza madoda
Esakhelene nawo
Kodwa yingqondo ni lena?
Ngithi yingqondo ni lena?
Naze nahlangana ngami
Kodwa yingqondo ni lena?

Ngithi yingqondo ni lena?
Naze nahlangana ngami
Nangithwes'icala

Ngenzeni mina bo?
Ngiyabuza madoda
Ngenzeni mina bo?
Oh sixabene ngani na?

Ngenzeni mina bo?
Ngiyabuza madoda
Ngenzeni mina bo?
Oh sixabene ngani na?

Ngenzeni mina bo?
Ngiyabuza madoda
Ngenzeni mina bo?
Naze nahlangana ngami
Nangithwes'icala

Awu hawu ngahlupheka
Ngisemncane madoda
Awu hawu ngaya le ngahlupheka
Ngisemncane madoda

Sengicel'ukubuza madoda
Esakhelene nawo
Yingqondo ni lena?

Ngenzeni mina bo?
Ngiyabuza madoda
Ngenzeni mina bo?
Naze nahlangana ngami

Ngenzeni mina bo?
Ngiyabuza madoda
Ngenzeni mina bo?
Naze nahlangana ngami

Ngenzeni mina bo?
Ngiyabuza madoda
Ngenzeni mina bo?
Ishoba lenkunzi ngingalithola
Nobunjani ubuthongo

Ngenzeni mina bo?
Ngiyabuza madoda
Ngenzeni mina bo?
Nina bomkhulu ngingabuthola
Lobunjani ubuthongo

Sengicel'ukubuza madoda
Esakhelene nawo
Yingqondo ni lena?

Sengicel'ukubuza madoda
Esakhelene nawo (Ngenzeni mina bo?)
Ngiyabuza madoda
Ngenzeni mina bo?
Naze nahlangana ngami

Ngenzeni mina bo?
Ngiyabuza madoda
Ngenzeni mina bo?
Ishoba lenkunzi ngingalithola
Nobunjani ubuthongo

Ngenzeni mina bo?
Ngiyabuza madoda
Ngenzeni mina bo?

Canzoni più popolari di Bhekumuzi Luthuli

Altri artisti di African music