Sofela Ndawonye

Ngeke ngimyeke sofela ndawonye
Ngeke ngimyeke sofela ndawonye
Ngiyazithandela lomuntu mina
Ngiyazithandela mina

Weh gaxekile nyama yomusipha
Ngimthand'enjalo akukho sok'elingenasici
Phola gaxekile
Ngimthand'enjalo akukho sok'elingenasici
Ngimthath'aphondlobe

Noma bengakhuluma bethini, thini, thini
Wangidlisa wen'owakho wamyekelani
Noma bengakhuluma bethini, thini, thini
Wangidlisa abantu banomona
Awusoze wenze lutho uma uphike nabo

Ngeke ngiwakh'umuzi kabab'uma ngipphike nawe
Awume kancane Gaxekile

Noma ningambek'amabalabala, bala
Nisho konke
Owami ngamkhethelwa inhliziyo

Noma ningambek'amabalabala, bala
Nisho konke
Owami ngamkhethelwa inhliziyo

Noma ningambek'amabalabala, bala
Nisho konke
Owami ngamkhethelwa inhliziyo

Ngeke ngimyeke sofela ndawonye
Ngiyazithandela lomuntu mina
Ngiyazithandela mina

Weh gaxekile nyama yomusipha
Ngimthand'enjalo akukho sok'elingenasici
Phola gaxekile

Noma bangakhuluma bethini, thini, thini
Wangidlisa abantu banomona
Awusoze wenze lutho uma uphike nabo

Ngeke ngiwakh'umuzi kabab'uma ngiphike nawe
Awume kancane Gaxekile

Wawungekho mhla siboph'amafindo
Lujulil'uthando lwethu

Ngek'uluzamazamise (Uthando lwethu)
Ngek'uluzamazamise (Lujulil'uthando lwethu)
Ngek'uluzamazamise

Ngithi wawungekho mhla siboph'amafindo
Lujulil'uthando lwethu

Ngek'uluzamazamise (Uthando lwethu)
Ngek'uluzamazamise (Lujulil'uthando lwethu)
Ngek'uluzamazamise

Noma ningambek'amabalabala, bala
Nisho konke
Owami ngamkhethelwa inhliziyo (Ayikhal'igomondela lapho uthando lwami lolu )

Noma ningambek'amabalabala, bala
Nisho konke (Kukhon'into owangishela yona)
Owami ngamkhethelwa inhliziyo (Namanje uke athul'athule angihlebele)

Noma ningambek'amabalabala, bala
Nisho konke
Owami ngamkhethelwa inhliziyo

Curiosità sulla canzone Sofela Ndawonye di Bhekumuzi Luthuli

Quando è stata rilasciata la canzone “Sofela Ndawonye” di Bhekumuzi Luthuli?
La canzone Sofela Ndawonye è stata rilasciata nel 2010, nell’album “Imali Yabelungu”.

Canzoni più popolari di Bhekumuzi Luthuli

Altri artisti di African music