Umadala

Ubekuyishele nini uma sekuthiw'isimganile

Niyadlala noma cha?
Uma nidlala nidlala kanjani

Lo madala upheth'imagic
Upheth'umlilo
Lo madala ushela kanjani
Upheth'umagic
Lo madala ushela kanjani

Wayibuk'emehlweni intombi yavuma
Asazi lomadala wenza ngani na?
Asazi lomadala wenza ngani na?
Gqoka sambe ntombi uyotyopha phambili

Wayithath'emini ilanga libalele intombi
Wayithath'emini ilanga libalele intombi (Lo madala upheth'imagic)
Wayithatha njengebhayi wayifak'endlini (Weh madala uthinta phi kanti?)
Wayithenga njengesinkwa wayifak'endlini (Weh madala uthinta phi kanti?)

Wayithenga njengesinkwa wayifak'endlini

Ubekuyishele nini uma sekuthiw'isimganile
Ubekuyishele nini uma sekuthiw'isimganile
Niyadlala noma cha?
Uma nidlala nidlala kanjani

Lo madala upheth'imagic
Upheth'umlilo
Lo madala ushela kanjani
Upheth'umagic
Lo madala ushela kanjani

Wayibuk'emehlweni intombi yavuma
Asazi lomadala wenza ngani na?
Asazi lomadala wenza ngani na?
Gqoka sambe ntombi uyotyopha phambili

Nimshaneleni amabala (Nang'umakoti songen'emasangweni)
Bekikiza omama (Nang'umakoti izani nodumo lwakhe)
Nimshaneleni amabala (Nang'umakoti songen'emasangweni)
Bekikiza omama (Nang'umakoti izani nodumo lwakhe)
Nimshaneleni amabala (Nang'umakoti songen'emasangweni)
Bekikiza omama (Nang'umakoti izani nodumo lwakhe)
Nimshaneleni amabala (Nang'umakoti songen'emasangweni)
Bekikiza omama (Nang'umakoti izani nodumo lwakhe)

Wayithath'emini ilanga libalele intombi
Wayithath'emini ilanga libalele intombi (Lo madala upheth'imagic)
Wayithatha njengebhayi wayifak'endlini (Weh madala uthinta phi kanti?)
Wayithenga njengesinkwa wayifak'endlini (Weh madala uthinta phi kanti?)

Wayithath'emini ilanga libalele intombi
Wayithath'emini ilanga libalele intombi

Curiosità sulla canzone Umadala di Bhekumuzi Luthuli

Quando è stata rilasciata la canzone “Umadala” di Bhekumuzi Luthuli?
La canzone Umadala è stata rilasciata nel 2007, nell’album “Inkinga Ngu R7”.

Canzoni più popolari di Bhekumuzi Luthuli

Altri artisti di African music