Kukhona Engizo Kubona

Nayi impelasonto seyifikile
Khona ngizoke ngibone kahle
Uyeza noma akezi

Nayi impelasonto seyifikile
Khona ngizoke ngibone kahle
Uyeza noma akezi

Nanti oLwesihlanu selifikile
Khona ngizoke ngibone kahle
Ukhona noma akekho

Bash abantu bath'umlomo uma undikiza
Kukhon'ozomamatheka naye
Bashintshe bethi neso lami uma lindikiza

Noma kanjani kukhon'esengizombona
Noma kanjani kukhon'esengizombona

Bashintshe bethi neso lami uma lidlikiza
Noma kanjani kukhon'esengizombona
Noma kanjani kukhon'esengizombona

Nayi impelasonto seyifikile
Khona ngizoke ngibone kahle
Uyeza noma akezi

Nayi impelasonto seyifikile
Khona ngizoke ngibone kahle
Ukhona noma akekho

Bash'abantu bath'umlomo womuntu uma undikiza
Kukhon'ozomamatheka naye
Bashintshe bethi neso lami uma lidikiza

Noma kanjani kukhon'esengizombona (Angazi nom'uyeza)
Noma kanjani kukhon'esengizombona (Ngithemba yena ngath'uyeza)

Noma kanjani kukhon'esengizombona (Angazi nom'uyeza)
Noma kanjani kukhon'esengizombona (Kufanele ngihlale ngilindile)

Noma kanjani kukhon'esengizombona (Wayitshela yena wath'uyeza)
Noma kanjani kukhon'esengizombona (Angazi nom'uyeza)
Noma kanjani kukhon'esengizombona

Kufanele ngihlale ngilindile
Kufanele ngihlale ngilindile
Angazi nom'uyeza

Noma kanjani kukhon'esengizombona (Kufanele ngihlale ngilindile)
Noma kanjani kukhon'esengizombona (Kufanele ngihlale ngilindile)

Noma kanjani kukhon'esengizombona
Noma kanjani kukhon'esengizombona
Noma kanjani kukhon'esengizombona (Bashintshe bethi neso lami uma lidikiza)
Noma kanjani kukhon'esengizombona
Noma kanjani kukhon'esengizombona

Canzoni più popolari di Bhekumuzi Luthuli

Altri artisti di African music