Phimbo Lami

Wephimbo lami
Celubongxoxela indaba
Wephimbo lami weeeh,
Cel'usabalale ugcwalintaba

Ooooh ooohh ooh (Aahhh wephimbo lami wephimbo)
Oooh oooh ooh (Ngcela ulaphe abantu bonke)
Eeeeeh eeeh eeh (Aahh kugcwaluthando)
Eeeeeh eeeh eeh (ng'yakucela Nkosi)

Angifuni ukufana nabanye
Ngifuna ukushiya umehluko ezweni
Imizwilili, kukhala imizwilili
Imizwilili, kukhala imizwilili
Ngomculo wami ngifuna ukulapha iyshosha
Ngomculo wami ngifuna ukushintsha izimpilo zabantu
Ngomculo wami ngifuna ukulapha iyshosha
Ngomculo wami ngifuna ukushintsha izimpilo zabantu

Wephimbo lami
Celubongxoxela indaba
Wephimbo lami weeeh,
Cel'usabalale ugcwalintaba

Ooooh ooohh ooh (Aahhh wephimbo lami)
Ooooh oooh ooh (Ngcela ulaphe abantu bonke)
Eeeeh eeeh eeh (Aahh kugcwaluthando)
Eeeeh eeeeh eeh (ng'yakucela Nkosi)

Mangijonga ezintabeni
Lapho usizo lwami luvela khona
Awu shwele baba
Awu shwele baba
Sikelele abantu bonke
Mangijonga ezintabeni Mama
Lapho usizo lwami luvela khona

Wephimbo lami
Celubongxoxela indaba
Wephimbo lami weeeh
Cel'usabalale ugcwalintaba

Ooooh ooohh ooh (Aahhh wephimbo lami)
Ooooh oooh ooh (Ngcela ulaphe abantu bonke)
Eeeeh eeeh eeh (Aahh kugcwaluthando)
Eeeeh eeeeh eeh (ng'yakucela Nkosi)

Canzoni più popolari di Aubrey Qwana

Altri artisti di Afrobeats