Ngakwenzani

Emtee, Aubrey Qwana

Ngakwenzani mina?
(Zinyobula)

Oh ngizwile ngamahebezi utshela abantu ukuthi mina ngakona, ngakona

Haibo mfethu ngakwenzani mina? (Ngakwenzani mina)
Celung'tshele, beng'celushwele (Cel'ushwele)

Celunginabela ungitshele ngenzeni
Ulale ngenxeba ungxolele phela
Seng'khathele amazondo, sengkhathele amazondo
Phela se ngiynkomo edla yodwa, ngiy' nkomo edla yodwa phela
From day one besihleli siphanta
Scabangelana sbizani ngegazi
Thina siyngane zebhodwe elilodwa singazodlalabantu
Nesimo sithanda ukubheda manje ngenelela malume
Wes', khanda mayeza
Uwena owafika nenzondo kulomuzi
Wes', khanda mayeza (Oh shwele baba)
Wes', khanda mayeza (Oh shwele baba)

Oh ngizwile ngamahebezi utshela abantu ukuthi mina ngakona, ngakona
Oh ngizwile ngamahebezi utshela abantu ukuthi mina ngakona, ngakona
Haibo mfethu ngakwenzani mina? (Ngakwenzani mina)
Celung'tshele, beng'celushwele (Cel'ushwele)
Haibo mfethu ngakwenzani mina? (Ngakwenzani mina)
Celung'tshele, beng'celushwele (Cel'ushwele)

Unenkinga nami na yeah
Ufun'iskhundla sami na?
Kanti awukhathali na?
Ubukisangami na, ahh
Bengithi simunye kanti ngihambhe rongo
Kulamalanga s'lwel' imali ney'monto (Zinto zomhlaba)
Askies I'm sorry bo
What have I done? let me know
Askies I'm sorry bo
What have I done? let me know

Oh ngizwile ngamahebezi utshela abantu ukuthi mina ngakona, ngakona
Oh ngizwile ngamahebezi utshela abantu ukuthi mina ngakona, ngakona
Haibo mfethu ngakwenzani mina? (Ngakwenzani mina)
Celung'tshele, beng'celushwele (Cel'ushwele)
Haibo mfethu ngakwenzani mina? (Ngakwenzani mina)
Celung'tshele, beng'celushwele (Cel'ushwele)

Canzoni più popolari di Aubrey Qwana

Altri artisti di Afrobeats