Ngaqonywa

Seng'ze ngaqonywa ngakithi
Seng'ze ngaqonywa ngakithi weh
Seng'ze ngaqonywa ngakithi (Oh ngaqonywa mama)
Seng'ze ngaqonywa ngakithi weh (Oh ngaqonywa mama)

Mina ngiyo casha naye, hay-yaya
Mina ngiyo shada naye (Awthonono wami)
Mina ngiyo casha naye, hay-yaya
Mina ngiyo shada naye
Mina ngiyo casha naye, hay-yaya (Ntomb'yami le)
Mina ngiyo shada naye
Mina ngiyo casha naye, hay-yaya
Mina ngiyo shada naye (Awthonono wami)

Seng'ze ngaqonywa ngakithi
Seng'ze ngaqonywa ngakithi weh
Seng'ze ngaqonywa ngakithi (Oh ngaqonywa mama)
Seng'ze ngaqonywa ngakithi weh (Oh ngaqonywa mama)
Seng'ze ngaqonywa ngakithi (Oh ngaqonywa mama)
Seng'ze ngaqonywa ngakithi weh (Oh ngaqonywa mama)
Seng'ze ngaqonywa ngakithi (Oh ngaqonywa mama)
Seng'ze ngaqonywa ngakithi weh (Oh ngaqonywa mama)

Isiphelile iminyaka (Iminyaka weh, iminyaka weh)
Beng'buza emakhaya (Beng'buza ngawe, beng'buza ngawe)
Bathi sim'bona nini umakoti?"
Khulekani bazali, oh khulekani bomama ya
Usendleleni umama, usendleleni umfazi
Uzow' vus' umuzi, uzow' vus' umuzi (Ka baba)
Uzow' vus' umuzi, uzow' vus' umuzi (Ka baba)

Seng'ze ngaqonywa ngakithi
Seng'ze ngaqonywa ngakithi weh
Seng'ze ngaqonywa ngakithi (Oh ngaqonywa mama)
Seng'ze ngaqonywa ngakithi weh (Oh ngaqonywa mama)
Seng'ze ngaqonywa ngakithi (Oh ngaqonywa mama)
Seng'ze ngaqonywa ngakithi weh (Oh ngaqonywa mama)
Seng'ze ngaqonywa ngakithi (Oh ngaqonywa mama)
Seng'ze ngaqonywa ngakithi weh (Oh ngaqonywa mama)

Oh ngaqonywa mama, oh ngaqonywa mama
Oh ngaqonywa mama, oh ngaqonywa mama

Canzoni più popolari di Aubrey Qwana

Altri artisti di Afrobeats