Sizwile Ukukhala [A Tribute to Deborah - Best of Vol. 1]
Sisebusweni bakho
Baba Nkosi yethu
Sifun’ amusa wakho
Ngomthandazo wethu
Sizwile ukukhala (Sizwile ukukhala)
Kwaba lahlekileyo (Kwabalahlekileyo)
Siyoba siyobathandazela (Siyobathandazela)
Oh singabafile (Oh singabafile)
Solala emahlathini (Solala emahlathini)
Silwa nosathane (Silwe nosathane)
Sonqamula amazwe ngamazwe baba (Songongo amazwe namazwe)
(Ngegama leNkosi)
Izizwe eziningi zise bumnyameni
Zisendleleni embi eya ekufeni
Iba nomasa kuzo
Ziphe ilizwi lake
Susa ubumnyama bazo
Ngokukhanya kwakho
Sizwile (Sizwile ukukhala)
Sizwile ukukhala (Kwabalahlekileyo)
Kwaba kwabalahlekileyo (Siyobathandazela)
Siyobathandazela (Oh singabafile)
Solala emahlathini (Solala emahlathini)
Silwe nosathane (Silwe nosathane)
Sonqamula amazwe ngamazwe (Songongo amazwe namazwe)
Ngegama baba (Ngegama leNkosi)
Sizwile ukukhala (Sizwile ukukhala)
Kwabalahlekileyo baba (Kwabalahlekileyo)
Siyobathandazela (Siyobathandazela)
Sithi mabaphile (Nkosi mabaphile)
Thumela abefundisi benamandla wonke
Batshele abantu bonke izindaba zakho
Umusa wakho uze emhlabeni wonke baba
Yandisa abantu bake ezizweni zonke
Sizwile ukukhala (Sizwile ukukhala)
Kwabalahlekileyo (Kwabalahlekileyo)
Siyoba siyobathandazela (Siyobathandazela)
Sithi mabaphile (Nkosi mabaphile)
Solala emahlathini (Solala emahlathini)
Silwe nosathane (Silwe nosathane)
Sonqamula amazwe ngamazwe (Songongo amazwe namazwe)
(Ngegama leNkosi)
Sizwile ukukhala (Sizwile ukukhala)
Kwabalahlekileyo (Kwabalahlekileyo)
Siyoba siyobathandazela (Siyobathandazela)
Sithi mabaphile (Nkosi mabaphile)
Solala emahlathini (Solala emahlathini)
Silwe nosathane (Silwe nosathane)
Amazwe ngamazwe Nkosi yami (Songongo amazwe namazwe)
Hololo (Ngegama leNkosi)
Sizwile ukukhala (Sizwile ukukhala)
Kwabalahlekileyo (Kwabalahlekileyo)
Siyobathandazela baba (Siyobathandazela)
Sithi mabaphile (Nkosi mabaphile)
Solala emahlathini (Solala emahlathini)
Silwa nosathane (Silwa nosathane)
Sonqamula amazwe ngamazwe (Songongo amazwe namazwe)
(Ngegama leNkosi)