Iyahamba Leqola

Iyahamba lenqola (iyahamba lenqola)
Iyahamba lenqola (iyahamba lenqola)
Iyahamba lenqola (hamba lenqola)
Ibhek'eJerusalem( ibhek'eJerusalem)

Iyahamba lenqola (iyahamba lenqola)
Iyahamba (iyahamba lenqola)
Iyahamba lenqola (hamba lenqola)
Ibhek'eJerusalem( ibhek'eJerusalem)

Cel'ungakhali awugibeli yhini na
Sizophel'iskhathi ayavalwa amasango
Khulani bazalwane
Niqinisele phambili
Ungabi sayeka lento ayphethe esandleni

Iyahamba lenqola (iyahamba lenqola)
Iyahamba lenqola (iyahamba lenqola)
Iyahamba lenqola (hamba lenqola)
Ibhek'eJerusalem( ibhek'eJerusalem)

Iyahamba lenqola (iyahamba lenqola)
Iyahamba (iyahamba lenqola)
Iyahamba lenqola (hamba lenqola)
Ibhek'eJerusalem( ibhek'eJerusalem)

Yebo lendlela inamahlandenyuka
Yebo lendlel'inzima
Ayikho indlela eyezulwini elula
Lalelani nina abangaphandle
Nophoswa bubumnandi
Kuyobe kujatyulwa ngabangenileyo
Kuyobe kujatyulwa ngabangenileyo

Iyahamba (iyahamba lenqola)
Iyahamba lenqola (iyahamba lenqola)
Iyahamba lnqolo (hamba lenqola)
Ibhek'eJerusalem( ibhek'eJerusalem)

Iyahamba lenqola (iyahamba lenqola)
Iyahamba lenqola (iyahamba lenqola)
Iyahamba lenqola (hamba lenqola)
Ibhek'eJerusalem( ibhek'eJerusalem)

Oh wena ulindeni masisifika ekhaya sihleli mdaliwezulu
Sidumise sonke inkosi
Yethu UJesu
Yebo lendlela inamahlandenyuka
Yebo lendlel'inzima
Ayikho indlela eyezulwini elula

Iyahamba lenqola (iyahamba lenqola)
Iyahamba (iyahamba lenqola)
Iyahamba lenqola (hamba lenqola)
Ibhek'eJerusalem( ibhek'eJerusalem)

Iyahamba iyahamba (iyahamba lenqola)
Iyahamba iyahamba (iyahamba lenqola)
Iyahamba lenqola (hamba lenqola)
Ibhek'eJerusalem( ibhek'eJerusalem)

Curiosità sulla canzone Iyahamba Leqola di Zoo Loo

Quando è stata rilasciata la canzone “Iyahamba Leqola” di Zoo Loo?
La canzone Iyahamba Leqola è stata rilasciata nel 2013, nell’album “A Tribute To Rebecca - Gospel Hits, Vol. 1”.

Canzoni più popolari di Zoo Loo

Altri artisti di