Angimazi Ubaba [Zoo Loo Tribute to Shwi Nomtekhala - Best of]

Akuve kubuhlungu ukungamazi ubaba
Lobu ubuhlungu abusoze budlule kimi
Akuve kubuhlungu ma umazi ubaba wakho
Lobu ubuhlungu abusoze budlule

Bonke abafethu engiphila nano bayabazi obaba
Noma bengsekho emhlabeni
Bonke abafethu engiphila nano bayabazi obaba
Noma bengsekho emhlabeni

Bheka okwami kwaze kwabuhlungu
Mina angimazi owami ubaba
Futhi angimazi ukuthi ubaba wayengumbala onjani
Angimazi owami ubaba

Ngamgcina efika kimi ngephupho ubaba
Ethi angihlukane nemkhuba emibi
Ngamgcina efika kimi ngephupho ubaba
Ethi angihlukane nemkhuba emibi

Akuve kubuhlungu ukungamazi ubaba
Lobu ubuhlungu abusoze budlule kimi oh ye

Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama
Ngakhuliswa ngumalume wami
Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama
Ngakhuliswa ngumalume wami

Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama
Ngakhuliswa ngumalume wami

Thula mntaka baba
Unkulunkulu uyazi ukudaleleni
Thula mntaka baba
Unkulunkulu uyazi ukudaleleni

Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama
Ngakhuliswa ngumalume wami

Akuve kubuhlungu ukungamazi ubaba
Lobu ubuhlungu abusoze budlule kimi
Bonke abafethu engiphila nano bayabazi obaba
Noma bengsekho emhlabeni

Bheka okwami kwaze kwabuhlungu
Mina angimazi owami ubaba
Nhliziyo yami ihlal' ikhala njalo
Ithi ndo ndo ndo ndo

Nhliziyo yami ihlal' ilila njalo
Ithi ndo ndo ndo ndo
Akuve kubuhlungu ukungamazi ubaba
Lobu ubuhlungu abusoze budlule oh ye

Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama
Ngakhuliswa ngumalume wami
Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama
Ngakhuliswa ngumalume wami

Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama
Ngakhuliswa ngumalume wami
Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama
Ngakhuliswa ngumalume wami

Nhliziyo yami iyakhala njalo (Thula mntaka baba)
Ithi ndo ndo ndo ndo (Unkulunkulu uyazi ukudaleleni)
Nhliziyo yami iyakhala njalo (Thula mntaka baba)
Ithi ndo ndo ndo ndo (Unkulunkulu uyazi ukudaleleni)

Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama
Ngakhuliswa ngumalume wami
Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama
Ngakhuliswa ngumalume wami

Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama
Ngakhuliswa ngumalume wami

Thula mntaka baba
Unkulunkulu uyazi ukudaleleni
Thula mntaka baba
Unkulunkulu uyazi ukudaleleni

Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama

Canzoni più popolari di Zoo Loo

Altri artisti di