Mvulelinhliziyo
Uma ngihamba mina
Ngizulazula mina
UJes'ukhona
Yebo ukhona
Nguy'owazi usizi lwami
Nguy'owazi izinhlupheko zami
Nguy'owazi ubuthaka kwami
Uhlal'ekhona
Nguy'owazi usizi lwami
Nguy'owazi izinhlupheko zami
Nguy'owazi ubuthaka kwami
Uhlal'ekhona
Vula wena umvulel'inhliziyo
Yen'angene
Ngena Nkosi yami
Vula wena umvulel'inhliziyo
Yen'angene
Ngena Nkosi yami
Ungamncishi indawo uJesu
Ungavumel'okumhlaba
Kubus'inhliziyo yakho
Unokuthul'uJesu
Okufana nokomfula
Kulomhlaba
Ukuthula
Vula
(Vula wena) Vula
(Umvulel'inhliziyo) Inhliziyo mama
(Yen'angene) Inhliziyo mama
(Ngena Nkosi yami) Uuuumvulele wena
(Vula wena) Uuuumvulele wena
(Umvulel'inhliziyo) Aphile kuwe
(Yen'angene)
Ngaphakathi kuwe (Ngena Nkosi yami)
Uuuumvulel'angene uumvulel'angene (Vula wena)
(Umvulel'inhliziyo) Inhliziyo mama
Yen'angene
Inhliziyo yakho (Ngena Nkosi yami)
Uuuu abuse kuwe (Vula wena)
Aphile kuwe (Umvulel'inhliziyo)
Mvulel'inhliziyo (Yen'angene)
Ngena Nkosi yami
Ooooh
O mvulele (Vula wena) O mvulele
(Umvulel'inhliziyo) Inhliziyo yakho
(Yen'angene)
(Ngena Nkosi yami) Aphile
Aphile ngaphakathi kwakho (Vula wena)
Aphile, abuse kuwe (Umvulel'inhliziyo)
Inhliziyo yakho (Yen'angene)
Inhliziyo yakho (Ngena Nkosi yami)
Ungumdali
Ungumdali wezinto zonke (Vula wena)
Ungumdali wezinto zonke (Umvulel'inhliziyo)
Inhliziyo yakho (Yen'angene)
Abuse kuwe (Ngena Nkosi yami)
Oh mvulel'angene (Vula wena) Oh mvulel'angene
Umvulel'inhliziyo
Aphile kuwe (Yen'angene)
Aphile kuwe (Ngena Nkosi yami)