SOHLANGANA

Ngeliny'ilanga sohlangana
Sobonana uma sihlangene
Akekh'omunye ondenze
Ndihlanye nje ngekhanda
Uthando lwakho ulifak'emathendeni olwimi

Ndiyakudinga lala
Akekh'omnuye lala
Ofana nawe lala
Ofana nawe lala

Ndiyakudinga lala
Akekh'omnuye lala
Ofana nawe lala
Ofana nawe lala

Yho, yho, yho, yho
Yho, yho, yho, yho

Kutheni ngathi wen'ufuna ukuhamba
Ngoba mina angisakhoni nokuzibamba
Hlala nami dali
Hlala nami dali
Ngifuna wena dali
Ngifuna wena dali

Kutheni ngathi wen'ufuna ukuhamba
Ngoba mina angisakhoni nokuzibamba
Hlala nami dali
Hlala nami dali
Ngifuna wena dali
Hlala nami dali

Ungangishiyi no more
Ngizokubona ngomso
Hayi angifuni umjolo
Batshele ziyez'inkomo

Ungangishiyi no more
Ngizokubona ngomso
Hayi angifuni umjolo
Batshele ziyez'inkomo

Ngeliny'ilanga sohlangana
Sobonana uma sihlangene
Akekh'omunye ondenze
Ndihlanye nje ngekhanda
Uthando lwakho ulifak'emathendeni olwimi

Ndiyakudinga lala
Akekh'omnuye lala
Ofana nawe lala
Ofana nawe lala

Ndiyakudinga lala
Akekh'omnuye lala
Ofana nawe lala
Ofana nawe lala

Ungangishiyi no more
Ngizokubona ngomso
Hayi angifuni umjolo
Batshele ziyez'inkomo

Ungangishiyi no more
Ngizokubona ngomso
Hayi angifuni umjolo
Batshele ziyez'inkomo

Sithandwa sami bheka
Mina uma nginawe konke kuyashelela
Ngicel'uhlale nami mama bekezela
Ngithand'ukubonga inkosi ngob'ingiphe wena

Sithandwa sami bheka
Mina uma nginawe konke kuyashelela
Ngicel'uhlale nami mama bekezela
Ngithand'ukubonga inkosi ngob'ingiphe wena

Ngibonga loluthando lwakho
Ngibonga loluthando lwakho mama
Ngibonga loluthando lwakho
Ngibonga loluthando lwakho mama

Ngibonga loluthando lwakho
Ngibonga loluthando lwakho mama
Ngibonga loluthando lwakho
Ngibonga loluthando lwakho mama

Canzoni più popolari di T-BO

Altri artisti di Psychedelic rock