Mama Wami

Mama wami
Ngiyabong'ukungikhulisa
Kwakho kanzima

Weh mama wami
Ngiyabong'kungikhulisa
Kwakho kanzima

Weh mama wami
Ngiyabong'kungikhulisa
Kwakho kanzima

Uwa nami uvuka nami
Ebunzimeni balomhlaba
Uwa nami uvuka nami
Ebunzimeni balomhlaba

Namhlanje sengikhulile
Ngiyindoda nginezingane
Namhlanje sengikhulile
Ngiyindoda nginenkosikazi

Uwa nami uvuka nami
Ebunzimeni balomhlaba

Ngithi namhlanje sengikhulile
Ngiyindoda sengize nginenkosikazi
Namhlanje sengikhulile
Ngiyindoda nginentshebe

Uwa nami uvuka nami
Ebunzimeni balomhlaba

Namhlanje sengikhulile
Ngiyindoda sengize nginempandla
Namhlanje sengikhulile
Ngiyindoda sengize nginentshebe
Namhlanje sengikhulile
Ngiyindoda nginezingane

Uwa nami uvuka nami
Mama ebunzimeni balomhlaba
Uwa nami uvuka nami
Mama ebunzimeni balomhlaba

Weh mama wami
Ngiyabong'ukungikhulisa
Kwakho kanzima

Uwa nami uvuka nami
Ebunzimeni balomhlaba
Uwa nami uvuka nami
Ebunzimeni balomhlaba
Uwa nami uvuka nami
Ebunzimeni balomhlaba

Canzoni più popolari di Stimela

Altri artisti di African music