Wangi Qhatha

Bengingazi ukuth'uyangi zonda dadewethu
Bengingazi ukuth' awungi thandi mtakamama
Bengingazi ukuth'uyangi zonda dadewethu
Bengingazi ukuth' awungi thandi mtakamama

Ungang' tshel'ukuthi ubungenwe yini dadewethu
Uzutshel' uZodwa ukuthi ngithandana noKhethiwe
Waze wang'qhatha nentombi yami
Waze wang'qhatha noZodwa yami

Curiosità sulla canzone Wangi Qhatha di Steve Kekana

Quando è stata rilasciata la canzone “Wangi Qhatha” di Steve Kekana?
La canzone Wangi Qhatha è stata rilasciata nel 1980, nell’album “Iphupho”.

Canzoni più popolari di Steve Kekana

Altri artisti di Soft rock