Uyangihlaza

Kodwa uyang'dumaza wena ngane yami
Futhi uyang'lulaza emphakathini
Eqinisweni uyangihlaza

Kodwa uyang'dumaza wena ngane yami
Futhi uyang'lulaza emphakathini
Eqinisweni uyangihlaza

Ngikwenzela konke
Ngikunika konke
Kodwa wen'ubalekel'isikole

Ngikwenzela konke
Ngikunika konke
Kodwa wen'ubalekel'isikole

Mina bengithi uzofunda ukokote
Nawe ube yindod'emadodeni
Kodwa mtwanami ung'phoxelani kangaka

Mina bengithi uzofunda ukokote
Nawe ube yindod'emadodeni
Kodwa mtwanami ung'phoxelani kangaka

Mina bengithi uzofunda ukokote
Nawe ube yindod'emadodeni
Kodwa mtanami ung'phoxelani kangaka

Kodwa uyang'dumaza wena ngane yami
Futhi uyang'lulaza emphakathini
Eqinisweni uyangihlaza

Kodwa uyang'dumaza wena ngane yami
Futhi uyang'lulaza emphakathini
Eqinisweni uyangihlaza

Ngikwenzela konke
Ngikunika konke
Kodwa wen'ubalekel'isikole

Ngikwenzela konke
Ngikunika konke
Kodwa wen'ubalekel'isikole

Mina bengithi uzofunda ukokote
Nawe ube yindod'emadodeni
Kodwa mtanami ung'phoxelani kangaka

Mina bengithi uzofunda ukokote
Nawe ube yindod'emadodeni
Kodwa mtanami ung'phoxelani kangaka

Canzoni più popolari di Steve Kekana

Altri artisti di Soft rock