Uvalo
Mina nenhliziyo yami siyakuthanda Nontombi
Kodwa uvalo lwami luyalandula
Mina nenhliziyo yami siyakuthanda Nontombi
Kodwa uvalo lwami luyalandula
Konk'ongenze khona sengikuxolele
Kodwa akuvumi ukuthi sibuyelane
Ukubona kanye ukubona kabili
Manje ngithi kunzima ukuthi sibuyelane
Dlulela phambili
Mina ngeke ngikhone
Dlulela kwabanye
Angibufun'ubunzima
Dlulela phambili
Mina ngeke ngikhone
Dlulela kwabanye
Angibufun'ubunzima
Dlulela phambili
Mina ngeke ngikhone
Dlulela kwabanye
Angibufun'ubunzima
Mina nenhliziyo yami siyakuthanda Nontombi
Kodwa uvalo lwami luyalandula
Mina nenhliziyo yami siyakuthanda Nontombi
Kodwa uvalo lwami luyalandula
Konk'ongenze khona sengikuxolele
Kodwa akuvumi ukuthi sibuyelane
Ukubona kanye ukubona kabili
Manje ngithi kunzima ukuthi sibuyelane
Dlulela phambili
Mina ngeke ngikhone
Dlulela kwabanye
Angibufun'ubunzima
Dlulela phambili
Mina ngeke ngikhone
Dlulela kwabanye
Angibufun'ubunzima
Dlulela phambili
Mina ngeke ngikhone
Dlulela kwabanye
Angibufun'ubunzima
Dlulela phambili
Mina ngeke ngikhone
Dlulela kwabanye
Angibufun'ubunzima