Ungibulele

Ungibulele ungibulele Pheki
Ungibulele ungibulele Pheki
Ngalokuthand'ukupend'umlomo lokh'okwakho

Ungibulele ungibulele Pheki
Ungibulele ungibulele Pheki
Ngalok'thand'ukupend'umlomo lokh'okwakho

Ungicabuze esihlathini nginganakile
Ngaze ngafika kwami nalowo pende womlomo
Ngisho nehembe lami esifubeni
Alisabukeki yilowo pende womlomo

Uhlelo lwamane lwabheda lwabheda kanjalo
Nomkami wavele wabona ukuthi nginamanga
Bengingayang'emsebenzini

Uhlelo lwamane lwabheda lwabheda kanjalo
Nomkami wavele wabona ukuthi nginamanga
Bengingayang'emsebenzini

Ungibulele ungibulele Pheki
Ungibulele ungibulele Pheki
Ngalok'thand'ukupend'umlomo lokh'okwakho

Ungicabuze es'hlathini nginganakile
Ngaze ngafika kwami nalowo pende womlomo
Ngisho nehembe lami esifubeni
Alisabukeki yilowo pende womlomo

Uhlelo lwamane lwabheda lwabheda kanjalo
Nomkami wavele wabona ukuthi nginamanga
Bengingayang'emsebenzini

Uhlelo lwamane lwabheda lwabheda kanjalo
Nomkami wavele wabona ukuthi nginamanga
Benginngayanga emsebenzini

Curiosità sulla canzone Ungibulele di Steve Kekana

Quando è stata rilasciata la canzone “Ungibulele” di Steve Kekana?
La canzone Ungibulele è stata rilasciata nel 1982, nell’album “Amandla Amasha”.

Canzoni più popolari di Steve Kekana

Altri artisti di Soft rock