Shiya Mntanami

Yeka mtanami um'ekuhlupha lomfazi
Khulula mtanami um'ekuphathis'ikhanda
Shiya mtanami um'ekukhathaza

Yeka mtanami um'ekuhlupha lomfazi
Khulula mtanam' um'ekuphathis'ikhanda
Shiya mtanam' um'ekukhathaza

Kodwa bengike ngakukhuza ngathi usemncane wemtanam'
Kodwa ngangikutshelile ukuthi awungangawe umshado
Kodwa bengike ngakukhuza ngathi usemncane wemtanam'
Kodwa ngangik'tshelile ukuthi awungangawe umshado

Usilethel'amahlazo manje la ekhaya
Wenz'int'engenziwa emzini kababa
Wemtanam' ubofund'ukulalela

Usilethel'amahlazo manje la ekhaya
Wenz'int'engenziwa emzini kababa
Wemtanam' ubofund'ukulalela

Yeka mtanam' umek'hlupha lomfazi
Khulula mtanam' umek'phathis'ikhanda
Shiya mtanam' um'ek'khathaza

Yeka mtanami um'ekuhlupha lomfazi
Khulula mtanami um'ekuphathis'ikhanda
Shiya mtanam' um'ekukhathaza

Kodwa bengike ngakukhuza ngathi usemncane wemtanami
Kodwa ngangikutshelile ukuthi awungangawe umshado

Usilethel'amahlazo manje la ekhaya
Wenz'int'engenziwa emzini kababa
Wemtanami ubofund'ukulalela

Usilethel'amahlazo manje la ekhaya
Wenz'int'engenziwa emzini kababa

Curiosità sulla canzone Shiya Mntanami di Steve Kekana

Quando è stata rilasciata la canzone “Shiya Mntanami” di Steve Kekana?
La canzone Shiya Mntanami è stata rilasciata nel 1986, nell’album “Ngiyadlisa”.

Canzoni più popolari di Steve Kekana

Altri artisti di Soft rock