Nomvuyo
Lent'oyenzayo
Ayilunganga Nomvuyo
Ushintshashintsh'abafana njengamashidi
Lent'oyenzayo
Ayilunganga Nomvuyo
Ushintshashintsh'abafana njengamashidi
Awuzwe ke manje
Umama uyathetha
Uthi mina ngiyakuyeka, angikukhuzi
Awuzwe ke manje
Umama uyathetha
Uthi mina ngiyakuyeka, angikukhuzi
Aw yeye, aw yeye, aw yeye
Bengicel'ukuthi uchithe lab'abanye usale noyedwa
Ngoba mabebaningi bakukhiph'isithunzi
Bengicel'ukuthi uchithe lab'abanye usale noyedwa
Ngoba mabebaningi bakukhiph'isithunzi
Bengicel'ukuthi uchithe lab'abanye usale noyedwa
Ngoba mabebaningi bakukhiph'isithunzi
We Nomvuyo