Nompumeleo No Thoko
Nompumelelo noThoko
Musan'ukuphuz'utshwala nisasebancane
Kodwa yini ngalabantwana
Nompumelelo noThoko
Musan'ukuphuz'utshwala nisasebancane
Usisi wenu naye waqala kanjalo
Manje nangu sebumqedile
Awumbeke usegugile
Usisi wenu naye waqala kanjalo
Manje nangu sebumqedile
Awumbeke usegugile
Nani noba njalo (Noba njengaye nani)
(Uma ningakhuzeki) Awu bantwabami
(Noba njengaye nani)
(Uma ningangilaleli) Mina baba wanu
(Noba njengaye nani)
(Uma ningakhuzeki) Awu bantwabami
(Noba njengaye nani)
(Uma ningangilaleli) Mina baba wanu
Nompumelelo noThoko
Musan'ukuphuza utshwala nisasebancane
Kodwa yini ngalabantwana
Nompumelelo noThoko
Musan'ukuphuz'utshwala nisasebancane
Usisi wenu naye waqala kanjalo
Manje nangu sebumqedile
Awumbeke usegugile
Usisi wenu naye waqala kanjalo
Manje nangu sebumqedile
Awumbeke usegugile
Nani noba njalo
(Noba njengaye nani)
(Uma ningakhuzeki) Awu bantwabami
(Noba njengaye nani)
(Uma ningangilaleli) Mina baba wanu
(Noba njengaye nani)
(Uma ningakhuzeki) Awu bantwabami
(Noba njengaye nani)