Ngiboshiwe
Masoka lalelani nginitshele
Masoka lalelani ngiyanicebisa bo
Ubusoka lobu ngabe niyabuyeka
Buyical'elibovu
Masoka lalelani nginitshele
Masoka lalelani ngiyanicebisa bo
Ubusoka lobu ngabe niyabuyeka
Buyical'elibovu
Ngithe ngivuka ekuseni
Ngabona ngendoda yasemthethweni
Yangihlaba ngesamanisi madoda??
Yanginika mayiqeda yathi
Uzosala uzifundela
Ngithe ngivuka ekuseni
Ngabona ngendoda yasemthethweni
Yangihlaba ngesamanisi madoda
Yanginika mayiqeda yathi
Uzosala uzifundela
Sengiboshiwe ngiboshiwe ngiboshiwe ngiboshelw'ubusoka mama
Iyo i-bridge of promise