Manfundisi
Umamfundisi yena yena
Uzenz'umunt'olungile
Umamfundisi yena yena
Uzenz'umunt'olungile
Izolo lokhu ngiqed'ukumthola espotini
Hayi bembambabamba oh oBhiza
Izolo lokhu ngiqed'ukumthola espotini
Hayi bembrashabrasha eh oBhiza
Uthe makangibona wabaleka
Ngoba az'ukuthi
Mina naye siyazana
Ngazi nobab'umfundisi kahle
Uthe makangibona wabaleka
Ngoba az'ukuthi
Mina naye siyazana
Ngazi nobab'umfundisi kahle
Umamfundisi yena yena
Uzenz'umunt'olungile
Umamfundisi yena yena
Uzenz'umunt'olungile
Izolo lokhu ngiqedukumthola espotini
Hayi bembambabamba oh oBhiza
Izolo lokhu ngiqedukumthola espotini
Hayi bembrashabrasha eh oBhiza
Uthe makangibona wabaleka
Ngoba az'ukuthi
Mina naye siyazana
Ngazi nobab'umfundisi kahle
Uthe makangibona wabaleka
Ngoba az'ukuthi
Mina naye siyazana
Ngazi nobab'umfundisi kahle
Uthe makangibona wabaleka
Ngoba az'ukuthi
Mina naye siyazana