Kanti Kwenzekani

Kanti kwenzekani la ekhaya
Ngicela ungitshele mama
Kanti kwenzekani la ekhaya
Ngicela ungitshele mama

Lempil'eniyiphilayo la ekhaya
Ayingijabulisi neze

Ngakuthathel'umakoti ukuthi azokusiza
Manje yini senixabana nodwa
Ngakuthathel'umakoti ukuthi azokusiza
Manje yini senixabana nodwa
Ngakuthathel'umakoti ukuthi azokusiza
Manje yini senixabana nodwa

Kanti kwenzekani la ekhaya
Ngicela ungitshele mama
Kanti kwenzekani la ekhaya
Ngicela ungitshele mama

Lempil'eniy'philayo la ekhaya
Ayingijabulisi neze

Ngakuthathel'umakoti ukuthi azokusiza
Manje yini senixabana nodwa
Ngakuthathel'umakoti ukuthi azokusiza
Manje yini senixabana nodwa
Ngakuthathel'umakoti ukuthi azokusiza
Manje yini senixabana nodwa
Ngakuthathel'umakoti ukuthi azokusiza

Curiosità sulla canzone Kanti Kwenzekani di Steve Kekana

Quando è stata rilasciata la canzone “Kanti Kwenzekani” di Steve Kekana?
La canzone Kanti Kwenzekani è stata rilasciata nel 1982, nell’album “Ifuque Mntanami”.

Canzoni più popolari di Steve Kekana

Altri artisti di Soft rock