Uyaykhohlisa

JABULANI SIHLE MAKHUBO, MFANAFUTHI RUFF NKOSI

Ushukuthi ngeke ngithole ofana nawe
Vele that's the whole point ngingatholi ofana nawe vele

Yazi uyay'khohlisa ma uyitshel' ukuthi angeke
Ngiphinde ngithole ofana nawe lo
Yazi uyay'khohlisa ma uyitshel' ukuthi angeke
Ngiphinde ngithole ofana nawe

Wena ukhohlwa intoyodwa lokho owakubona kimi
Kwakuchaza ngithi awukuthathanga
Basakbona nabanye
Ukhohlwa intoyodwa lokho owakubona kimi
Kwakuchaza ngithi awukuthathanga
Basakbona nabanye

Ngiyazi ukhaliswa yini
Ukhaliswa hukuthi lothando ebengiknika lona seluzoya komunye
Ngiyazi ukhaliswa yini
Ukhaliswa hukuthi ma ngithi I love you ozathi I love you too It won't be you
Ngiyazi ukhaliswa yini wena
Ukhaliswa hukuthi lempatho ebengikunika yona seyizoya komunye
Uyabona okukukhalisa kahulu
Kuthi ma ungibona ngijabulile nzobe ngingajabiliswanga nguwe
Okukukhalisa kakhulu kunako konke
Kuthi inkonzo yasebusuku isizofaka omunye umfundisi
Uzenzile akakhalelwa
Kukhalelwa uzumekile (Uzenzile)

Yazi uyay'khohlisa ma uyitshel' ukuthi angeke
Ngiphinde ngithole ofana nawe lo
Yazi uyay'khohlisa ma uyitshel' ukuthi angeke
Ngiphinde ngithole ofana nawe lo

Wena ukhohlwa intoyodwa lokho owakubona kimi
Kwakuchaza ngithi awukuthathanga
Basakbona nabanye
Ukhohlwa intoyodwa lokho owakubona kimi
Kwakuchaza ngithi awukuthathanga
Basakbona nabanye

Mina ngiyayibonga inkosi
Ngokuthula umthwalo isus' idimoni empilweni yami
Phinde futhi ngibong' idlozi
Ngokumvulamehlo lususe ischitho empilweni yam
Yazi bengingazi
Ukuthi uthando yinto emnandi kanjena
Leslima besingfihlele olukhulu
Bengingazi ukuthi mina
Muntu ukhala uma edumele
Bengingayazi i tears of joy manje sengiyazi
Kuthi ukujabula kuyatshintshana
Buka manje kuhlek' ubani
Ngaktshela ngathi okwenzakala ebunyameni
Kusasa kuyovela obala

Yazi uyay'khohlisa ma uyitshel' ukuthi angeke
Ngiphinde ngithole ofana nawe lo
Yazi uyay'khohlisa ma uyitshel' ukuthi angeke
Ngiphinde ngithole ofana nawe lo

Wena ukhohlwa intoyodwa lokho owakubona kimi
Kwakuchaza ngithi awukuthathanga
Basakbona nabanye
Ukhohlwa intoyodwa lokho owakubona kimi
Kwakuchaza ngithi awukuthathanga
Basakbona nabanye

Curiosità sulla canzone Uyaykhohlisa di Sjava

Quando è stata rilasciata la canzone “Uyaykhohlisa” di Sjava?
La canzone Uyaykhohlisa è stata rilasciata nel 2018, nell’album “Umqhele”.
Chi ha composto la canzone “Uyaykhohlisa” di di Sjava?
La canzone “Uyaykhohlisa” di di Sjava è stata composta da JABULANI SIHLE MAKHUBO, MFANAFUTHI RUFF NKOSI.

Canzoni più popolari di Sjava

Altri artisti di African hip hop