Isibhamu

JABULANI SIHLE MAKHUBO, MFANAFUTHI RUFF NKOSI, CHRISTOPHER THOBELA

Thiqekeshe eshe he e e eh
Wemfowethu mina nginomama ekhaya
Nomdeni wami mina okumele ngiwusebenzele
Lento zami ofuna ngenkani kimi
Nazo ngezami ngiyisebenzele
Njengob' upheth' isbhamu ho mfowethu ungalingi (Udubuli)
Ngcono uthath' imoto thath' ifoni mina ungixolele

Ngeke ngeke ngeke ngeke
Ngeke ngeke ngeke ngifel' into zasemhlabeni (Ngeke ngeke ngeke)
Ngeke ngeke mfowethu ngyeke ngiyolal' ekhaya
Ngenglal'emathuneni (Ngeke ngeke ngeke)

Ngeke ngeke ngeke ngeke
Ngeke ngeke ngeke ngifel' into zasemhlabeni (Ngeke ngeke ngeke)
Ngeke ngeke mfowethu ngyeke ngiyolal' ekhaya
Ngengilal'emathuneni (Ngeke ngeke ngeke)

Ziyamemeza insimbi (We)
Kuduma emadlebeni (Dada)
Hiyi leqhotshis' umfana (Mfana)
Hiyo le ebangusathane (Wena asazani bafana)
Awo kodwa Mali (Wabanjani)
Uyimpande yesono (Wabanjani)

Kwaqhamuka abafana (Bapheth' amavolovolo)
Kuswel' ugodi wokuqatsha (Bahloma izingovo)
Bayalishaya ikhanda (Cabanga ingani zobomfowethu)
Ngik'tshel' ozongcwatshwa….

Wemfowethu mina nginomama ekhaya
Lomdeni wami mina okumele ngiwusebenzele
Lento zami ofuna ngenkani kimi
Nazo ngezami ngiyisebenzele
Njengob' upheth' isbhamu ho mfowethu ungalingi udubuli
Ngcono uthath' imoto thath' ifoni mina ungixolele

Ngeke ngeke ngeke ngeke
Ngeke ngeke ngeke ngifel' into zasemhlabeni (Ngeke ngeke ngeke)
Ngeke ngeke mfowethu ngyeke ngiyolal' ekhaya
Ngenglal'emathuneni (Ngeke ngeke ngeke)

Ngeke ngeke ngeke ngeke
Ngeke ngeke ngeke ngifel' into zasemhlabeni (Ngeke ngeke ngeke)
Ngeke ngeke mfowethu ngyeke ngiyolal' ekhaya
Ngengilal'emathuneni (Ngeke ngeke ngeke)

Eloxion (Themambiza)
Ethembisa (Themambiza)
Babulal' umfowethu leyondaba isang'khalisa (Uyakhala)
Yahamba insizwa isasencane (Bamthatha)
Yashiy' umakoti esemncani (Unembusa)

Wembulali (Wembulali) Awunanembeza (Awunanembeza)
Wokubulal' umfowethu (wokubulal' umfowethu) wazuzani (Ngenxayemoto)
Qina ntombi yamadlokovu impilo ayikho fair (Nokuf' ikhovu)

Wemfowethu mina nginomama ekhaya
Nomdeni wami mina okumele ngiwusebenzele
Lento zami ofuna ngenkani kimi
Nazo ngezami ngiyisebenzele
Njengob' upheth' isbhamu ho mfowethu ungalingi udubuli
Ngcono uthath' imoto thath' ifoni mina ungixolele

Ngeke ngeke ngeke ngeke
Ngeke ngeke ngeke ngifel' into zasemhlabeni (Ngeke ngeke ngeke)
Ngeke ngeke mfowethu ngeke ngiyolal' ekhaya
Ngenglal'emathuneni (Ngeke ngeke ngeke)

Ngeke ngeke ngeke ngeke
Ngeke ngeke ngeke ngifel' into zasemhlabeni (Ngeke ngeke ngeke)
Ngeke ngeke mfowethu ngeke ngiyolal' ekhaya
Ngengilal'emathuneni (Ngeke ngeke ngeke)

(Ngeke ngeke ngeke)
(Ngeke ngeke ngeke)
(Ngeke ngeke ngeke)
(Ngeke ngeke ngeke)

Curiosità sulla canzone Isibhamu di Sjava

Quando è stata rilasciata la canzone “Isibhamu” di Sjava?
La canzone Isibhamu è stata rilasciata nel 2018, nell’album “Umqhele”.
Chi ha composto la canzone “Isibhamu” di di Sjava?
La canzone “Isibhamu” di di Sjava è stata composta da JABULANI SIHLE MAKHUBO, MFANAFUTHI RUFF NKOSI, CHRISTOPHER THOBELA.

Canzoni più popolari di Sjava

Altri artisti di African hip hop