Akabuye

Akabuye
Ngithi akabuy’ ekhaya
Akabuye

Eshe, we mama nomalume
Nathula nathi duu(Nathula nathi duu)
Umfana wakomuny’ umuzi
Udlala ngodadewethu
Ngob’ emthanda
We mama nomalume
Nathula nathi duu (Nathula nathi duu)
Umfana wakomuny’ umuzi
Udlala ngodadewethu
Ngob’ emthanda

Ngcono abuy’ ekhaya
Bangamane bathi umbuy’emendweni
Ngob’ usbali um’engayiyeki lento
Ng’yolal’ ejele mina
Ngcono abuy’ ekhaya
Bangamane bathi umbuy’emendweni
Ngob’ usbali um’engayiyeki lento
Ng’yongen ejele mina

We mkhwenyana we sbali
Ng’sayomangalela mina enduneni
Iyicala phela lent’ oyenzayo
Seng’yahamba ng’yobikel’ umnumnzane

Ngakutshela ngathi
Uyekele udadewethu
Mawungasamfuni mus’ulokh’ ubukisa ngaye

Sengaze ng’thath’ is’bhamu ng’yobulala
Ngiyobulal’ isoka ladadewethu
Ubaba kamshan’ami
Ngithe dlanukudla’ uthule
Musulokh’ ufun’ ukuthi mina nawe s’bukane kabi nabashana

We mama nomalume
Nathula nathi duu (Nathula nathi duu)
Umfana wakomuny’ umuzi
Udlala ngodadewethu
Ngob’ emthanda
We mama nomalume
Nathula nathi duu (Nathula nathi duu)
Umfana wakomuny’ umuzi
Udlala ngodadewethu
Ngob’ emthanda

Ngcono abuy’ ekhaya
Bangamane bathi umbuy’emendweni
Ngob’ usbali um’engayiyeki lento
Ng’yolal’ ejele mina
Ngcono abuy’ ekhaya
Bangamane bathi umbuy’emendweni
Ngob’ usbali um’engayiyeki lento
Ng’yongen’ ejele mina

Yingane kababa lena
Yingane yakwethu le
Sekungcono sibuyisele
Sibuyisel’ ulale
Ngish’ ubaba emathuneni
Ngeke az’aphumule
Uma mina ng’vumile
Ingane yakwethu ikhale (Aw magcina wakwethu)

Zinkomo ngamane yijike
Kungcono simbuyisele
Zona zonke yiphelele
Nob’hlobo bethu b’phele

We mama nomalome
Nathula nathi duu (Nathula nathi duu)
Umfana wakomuny’ umuzi
Udlala ngodadewethu
Ngob’ emthanda
We mama nomalome
Nathula nathi duu (Nathula nathi duu)
Umfana wakomuny’ umuzi
Udlala ngodadewethu
Ngob’ emthanda

Ngcono abuy’ ekhaya
Bangamane bathi umbuy’emendweni
Ngob’ usbali um’engayiyeki lento
Ng’yolal’ ejele mina
Ngcono abuy’ ekhaya
Bangamane bathi umbuy’emendweni
Ngob’ usbali um’engayiyeki lento
Ng’yolal’ ejele mina

Zinkomo azibuyele (Zibuyele kubo)
Naye az’buyisele (Emndenini wakubo)
Yingane kababa lena (Ayibuy’ ize kubo nayo)

Zinkomo azibuyele (Zibuyele kubo)
Naye az’buyisele (Emndenini wakubo)
Yingane kababa lena (Ayibuy’ ize kubo nayo)

Canzoni più popolari di Sjava

Altri artisti di African hip hop