Bayakhala Bayalila

Phefumlela bo nkosi
Abedlulile emhlabeni
Bona bangayenzangi ntando yakho
Bona bayakhala maye bayalila
Bayalila befuna ongabasiza

Phefumlela bo nkosi
Abedlulile emhlabeni
Bona bangayenzangi ntando yakho
Bona bayakhala maye bayalila
Bayalila befuna ongabasiza

Ngiyabadabukela ngoba bona
Abasena wamathuba
Okubuya beze laphe mhlabeni bezophenduka
Usenehlanhla wena nami ngoba
(Ithuba lethu lisekhona)

Oh ngiyadabuke
Ngoba bona abasenawo amathuba
Labo abafe bengakholwa
Okubuya beze emhlabeni bezophenduka
Usenenhlanhla
Aw wena nami ngoba yheah (Ithuba lethu)
Elami nawe (Lisekhona)

Siyezw'amaphimbo abo
Belilela basemhlabeni
Bethi qa bo ningezi lapho sikhona
Aw bo unomayeye (Bona bayakhala maye bayalila)
Unomayeye,unomayeye (Bayalila befuna ongabasiza)
Ayezwakala whoo (Siyezw'amaphimbo abo)
Oh ayezwakala (Belilela basemhlabeni)
Aw maye ayezwakal'amaphimbo aba (Bethi cha bo ningezi la sikhona)
Kunomayeye,kunomayeye (Bona bayakhala maye bayalila)
Befuna ongabasiza

Ngiyabadabukela ngoba bona
Abasenawo amathuba
Okubuya beze emhlabeni bezophenduka
Usenenhlanhla
Aw wena nami ngoba yheah (Ithuba lethu)
Elami nawe (Lisekhona)

Ngiyabadabukela ngoba bona
Abasenawo amathuba
Okubuya beze emhlabeni bezophenduka
Usenenhlanhla
Aw wena nami ngoba yheah (Ithuba lethu)
Elami nawe (Lisekhona)

Ayezwakala wona (Siyezw'amaphimbo abo)
Aw ayezwakala (Belilela basemhlabeni)
Aw yebo ayalila amaqphimbo

Canzoni più popolari di On

Altri artisti di K-pop