Akekho Ofana Naye (Live)

NTOKOZO MBAMBO

Mdali weZulu nomhlaba
Nkosi yamakhosi akekh'ofana Nawe
Mninimandla Onke, Simakade
Mvana kaThixo akekh'ofana Nawe

Mdali weZulu nomhlaba
Nkosi yamakhosi akekh'ofana Nawe
Mninimandla Onke, Simakade
Mvana kaThixo akekh'ofana Nawe

Malibongw'igama Lakho (Akekh'ofana Nawe)
Ngob'uyiNkosi yaphakade (Akekh'ofana Nawe)
Ngithi malibongw'igama Lakho (Akekh'ofana Nawe)

Oh wangikhiph'ebumnyameni
Wangifak'ekukhanyeni
Wanginika ukuthul'akekh'ofana Naye

Senginenjabulo yaphakade
Ngenxa yakhe
Akekh'ofana Nawe

Ngizomnika udumo lonke njalo nje
Ngob'akekh'ofana nawe Qhawe lamaqhawe
Nginokuphil'okunaphakade ngenxa yaloThixo
Uyisiqalo nesiphetho sempilo yami

Oh wangikhiph'ebumnyameni
Wangifak'ekukhanyeni
Wanginika ukuthul'akekh'ofana Naye

Senginenjabulo yaphakade
Ngenxa yakhe
Akekh'ofana Nawe

Malibongw'igama Lakho (Akekh'ofana Nawe)
Ngob'uyiNkosi yaphakade (Akekh'ofana Nawe)
Ngithi malibongw'igama Lakho (Akekh'ofana Nawe)
Ngithi ngob'uyiNkosi yaphakade (Akekh'ofana Nawe)

Malibongw'igama Lakho (Akekh'ofana Nawe)
Ngith ngob'uyiNkosi yaphakade (Akekh'ofana Nawe)
Malibongw'igama Lakho (Akekh'ofana Nawe)
Ngithi ngob'uyiNkosi yaphakade (Akekh'ofana Nawe)

Malibongw'igama Lakho (Akekh'ofana Nawe)
Ngithi ngob'uyiNkosi yaphakade (Akekh'ofana Nawe)

Curiosità sulla canzone Akekho Ofana Naye (Live) di Ntokozo Mbambo

Chi ha composto la canzone “Akekho Ofana Naye (Live)” di di Ntokozo Mbambo?
La canzone “Akekho Ofana Naye (Live)” di di Ntokozo Mbambo è stata composta da NTOKOZO MBAMBO.

Canzoni più popolari di Ntokozo Mbambo

Altri artisti di Gospel