Amalobolo

Nomfundo Moh, Celimpilo Manyathi, NaXion Cross, Big Zulu

Kudala saqala ukudlala lomdlalo soka lami
Kant'uzongilobola nini
Umama uhlezi njalo engibuza ngawe uymisele ngani
Kant'uzongilobola nini
Kudala saqala ukudlala lomdlalo soka lami
Kant'uzongilobola nini
Umama uhlezi njalo engibuza ngawe uzymisele ngani
Kant'uzongilobola nini

Funi-contenti nami abazonglobola
Funi-contenti nami abazonglobola
Wen'ufununkosikazi nomumashlalisane
Nginike iskhathi ngisabeka beka amarandi
Kunini waqala wena ulokh'ubeka beka namanj'akuhlangani
Ngixhenge mama uyazi kuyashisa maan
Njalo njalo uhlezi ubalekel'iqiniso
Ai wegwala ndini (Gwala ndini)

Kudala saqala ukudlala lomdlalo soka lami
Kant'uzongilobola nini
Umama uhlezi njalo engibuza ngawe uymisele ngani
Kant'uzongilobola nini
Kudala saqala ukudlala lomdlalo soka lami
Kant'uzongilobola nini
Umama uhlezi njalo engibuza ngawe uzymisele ngani
Kant'uzongilobola nini

Salungis'inkomo
Manje ngsekagobiqolo
Umsebenzi lo ngiwtholizolo
Naw'usujah'ukushintshi sibongo
Ai mawungthand'uzolinda
Kodwa mawungangthandi uzongishiya
Nami ali uyazi ngithwel'ubunzima
Nglind'umlungu sengzofika
Ai naw'ukhuluma njalo
Busuku nemini uthetha njalo dali
Ai ngsuke nghambe mina
Ngyohlala kwamlungu dali ai suka

Nomukuncane oksachwanyana lembuzi ke
Nomokuncane oksankonyane nkonyane
Nomukuncane oksachwanyana lembuzi ke
Nomokuncane oksankonyane nkonyane

Kudala saqala ukudlala lomdlalo soka lami
Kant'uzongilobola nini
Umama uhlezi njalo engibuza ngawe uzymisele ngani
Kant'uzongilobola nini
Kudala saqala ukudlala lomdlalo soka lami
Kant'uzongilobola nini
Umama uhlezi njalo engibuza ngawe uzymisele ngani
Kant'uzongilobola nini

Canzoni più popolari di Nomfundo Moh

Altri artisti di