Ngaba Uyangizwa
(Kwezontaba kwezonkalo)
(Kwezontaba ngabe uyangizwa)
(Kulezo ntaba)
Kodwa sthandwa sami samaphupho
Ngiphupha ngawe ubuthongo angibazi uwe
Ngabe uyangizwa
Inhliziyo yam ifuna wena wedwa
Kodwa sdududu sami ngabe uyangizwa
Ngiphupha ngawe ubuthongo angibazi
Awu uwe awu uwe
Kulezo ntaba
Ngabe uyangizwa (Kwezontaba)
Ngabe uyangizwa (kwezonkalo)
Ngifuna wena wedwa (Kwezontaba ngabe uyangizwa)
(Kulezo ntaba)
We snizwa kulezo ntaba (Kwezontaba)
Awu soka lami lamaphupho (kwezonkalo)
Uwe (Kwezontaba ngabe uyangizwa)
(Kulezo ntaba)
Gjiyawo gjiyawo ngabe uyangizwa
Oh gjiyawo ngiyakhala
Oh ngiyakhala ngawe snizwa
Oh gjiyawo gjiyawo hey hey hey
Oh ngiyakhala ngawe snizwa
Oh kulezo ntaba kulezo ntaba
Oh gjiyawo gjiyawo
Oh kulezo ntaba (Kwezontaba)
Oh ngiyakhala uyangizwa (kwezonkalo)
Awu soka lami lamaphupho (Kwezontaba ngabe uyangizwa)
(Kulezo ntaba)
Inhliziyo yam ifuna wena wedwa (Kwezontaba)
Buya nsizwa buya kimi (kwezonkalo)
Yimi lo ngimi lo (Kwezontaba ngabe uyangizwa)
(Kulezo ntaba)
Yimi thanda mina ngedwa
Wena wabhala ezincwadini (Kwezontaba)
Kwathiwa mina nawe sofa slahlane (kwezonkalo)
Awu buya kimi wensizwa (Kwezontaba ngabe uyangizwa)
(Kulezo ntaba)
Ubuya nini wensizwa (Kwezontaba)
Awu ubuya nini kwezo ntaba (kwezonkalo)
Ubuya nini kwezo ntaba (Kwezontaba ngabe uyangizwa)
(Kulezo ntaba)
Soka lami lamaphupho
Awu kulezo ntaba (Kwezontaba)
(kwezonkalo)
(Kwezontaba ngabe uyangizwa)
(Kulezo ntaba)