Senzeni [Edit]
EMMANUEL THETSANE, KENNETH KUTOANE, MTHANDAZO GATYA, THOLANG MOLOI, TSHIDISO J MOLOI
Ngenzeni, ngenzeni
Ngizondwa ngabant'abaning'emhlabeni
Ngisizeni ngyaz'amaphutha amaning'endleleni
Emhlabeni, ngizondwa ngabant'abaningi ngithwaleni ngithwaleni
Ngenzeni, ngenzeni
Ngizondwa ngabant'abaning'emhlabeni
Ngisizeni ngiyaz'amaphutha amaning'endleleni
Emhlabeni, ngizondwa ngabant'abaningi ngithwaleni ngithwaleni
Yiyo lendab'exovumoya wami
Iyaw'hlukumez'umoya wami
Maye maye uyeeeye
Ngenzeni, ngenzeni
Ngizondwa ngabant'abaning'emhlabeni
Ngisizeni ngiyaz'amaphutha amaning'endleleni
Emhlabeni, nigzondwa ngabant'abaningi ngithwaleni ngithwaleni
Yiyo lendaba exova umoya wami
Iyawhlukumeza umoya wami
Maye maye