Malibongwe [Intro]

Ladies and gentleman
M.D.U is in the house
And is giving us a short prayer for hope

Baba weth'osezulwini
Maliphathwe ngobuncwele igama lakho
Umbuso wakho maw'fike baba (Maw'fike)
Umbuso wakho maw'fike baba
Intando yakho mayenziwe laph'emhlabeni (Mmayenziwe)
Us'thethelel'izono zethu zangemihla ngemihla baba

From laph'eMzansi and throughout the world
(Uphinde futhi) Usisindise enkohlakalweni (zangemihla ngemihla)
Usiph'amandla baba (Ngasosonk'iskhathi sewashi)
Usiph'amandla baba (Ngazozonke izinto esizenzayo ezinhl'emhlabeni)
Uthethelele izitha zethu baba (Our enemies for give them father)
Ngoba azikwazi ezikwenzayo (For they not know what they do)

Give them love to love ngasosonke iskhathi (Give them love to love)
Usivikele ezimotweni emabhasini ezitimeleni (Nasemabhanoyini)
Ukuthi sifike ngokuphepha la siyakhona baba
Sifike ngokuphepha phambili
Sifike ngokuphepha emakhaya
Umbuso ngowakho
Amandla ngawakho (Ngawakho)

Njengoba kunguwe kuphela owaziyo ikusasa lethu
Owaziyo ukuthi lis'phatheleni
Amen amen
Makubenjalo nasemculweni wethu

S'yaw'thanda lomculo sifuna ukujabula
Phansi ngamatsele
Yah no pas no special ha ha

Canzoni più popolari di MDO

Altri artisti di Pop