Fatela
Ubolalela mangik'tshela ngiyazifela
Ngisayophanda ngaphesheya ngizozibuyela
Ubolalela mangik'tshela ngiyafatela
Ngisayophanda ngaphesheya ngizozibuyela
K'phela kwe nyanga, ngiyophuma ngishone kuwe
Ngihamb' ama kilometre mina ngiyehl'imifula
Nghlangabez'ikhukhula
Noma kwenyuka
Uzong'thola emlanjeni sthandwa sam
Ubolalela mangik'tshela ngiyazifela
Ngisayophanda ngaphesheya ngizozibuyela
Ubolalela mangik'tshela ngiyafatela
Ngisayophanda ngaphesheya ngizozibuyela
Ngizokulinda sthandwa sam uzufik'ekhaya
Ngikunik'uthando we nhliziyo yam
Ngizokulinda
Ngizokulinda
Ngizokulinda uzufike
Ngizokulinda sthandwa uzufik'ekhaya
Ngikunik'uthando we nhliziyo
Ngizokulinda
Ngikulinde
Ngikulinde uzufike
Ngifanelwe
Imiqhele yegolide
Mpumelelo
Nokuhle kodwa
Nokuhle kodwa
Nokuhle kodwa
Nokuhle kodwa
Ubulalela mangik'tshela ngiyazifela
Ngisayophanda ngaphesheya ngizozibuyela
Ubulalela mangik'tshela ngiyafatela
Ngisayophanda ngaphesheya ngizozibuyela
Ngithi zajik'izinto
Zajik'izinto zibe posh
Ayi ukhululeke wena my lavo
Bek'mele bazokuthola
Ngizokulinda sthandwa sam
Uzufik'ekhaya
Ngikunik'uthando we nhliziyo yam
Ngifanelwe
Imiqhele yegolide
Mpumelelo
Nokuhle kodwa
Nokuhle kodwa