Ngikhala Ngawe Ndoda
Ngikhala ngawe weh ndoda
Ngokungixoshis'emsebenzini
Ngikhala ngawe weh ndoda
Ngokungixoshis'emsebenzini
Uzimisel'ukuthi wethenjwe ngami?
Emsebenzini
Kodwa yini, kodwa yini?
Umona?
Uzimisele ukuthi wethenjwe ngami?
Uzimisele ukuthi wethenjwe ngami?
Emsebenzini
Kodwa yini, kodwa yini?
Umona?
Awubhek'umuzi wami
Awubheke nengane zami
Zilala zingadlile
Ngenxa yakho
Ngob'ayikh'imali yokuzondla
Awubhek'umuzi wami
Awubheke nengane zami
Zilala zingadlile
Ngenxa yakho
Ngob'ayikh'imali yokuzondla
Awubhek'umuzi wami
Awubheke nengane zami
Zilala zingadlile
Ngenxa yakho
Ngoba'yikwi mali yokuzondla